Amalebula
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuphila. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuphila. Bonisa konke okuthunyelwe
9/23/2018
Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo
Abantu bacabanga ukuthi bakwazi kuphela ukushintsha uma bengaphakathi ebandleni labo, nokuthi uma bengaphili besebandleni, ukuguquka akwenzeki, bathi abakwazi ukufeza inguquko yeqiniso empilweni yabo abayiphilayo.
3/29/2018
Indlela Yokukhonza Ngokuvumelana Nentando KaNkulunkulu
Namuhla, sizobe sikhuluma ngendlela okumele abantu bakhonze ngayo uNkulunkulu ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, yimiphi imibandela okumele ifezwe kanye nokuthi yini ekumele iqondwe yilabo abakhonza uNkulunkulu, nokuthi yiziphi iziphambeko ezikhona ekukhonzeni kwakho. Kumele nikuqonde konke lokhu. Lezi zindaba zithinta indlela enikhonza uNkulunkulu ngayo, nendlela enihamba ngayo endleleni yokuqondiswa uMoya oNgcwele, kanye nendlela izinto zenu zonke ezihlelwe ngayo uNkulunkulu, futhi zizokwenza ukuba nazi wonke amagxathu omsebenzi kaNkulunkulu kini.
3/23/2018
Izwi LamaShumi Amane
Abantu bagxila kukho konke engikwenzayo, okungathi sengizokwehlisa amazulu, futhi bahlala bedideka ngezenzo Zami, okungathi engikwenzayo abakuqondi. Kanjalo, bagqugquzelwa Yimi kukho konke abakwenzayo, besaba ukuthi bazolicasula Izulu bese belahlelwa “ezweni labafayo.” Angizami ukubamba abantu, kodwa ngenza ukuntula kwabo kube yikho okuqondwe umsebenzi Wami. Ngalesi sikhathi, bajabule kakhulu, bese bethembela Kimi. Uma ngibapha, abantu bangithanda njengoba bezithanda bona, kodwa uma kukhona engikucelayo kubo, bayangibalekela.
Izwi Lamashumi Amane Nanye
Ngike ngenza umsebenzi omkhulu phakathi kwabantu, kodwa abazange babone, ngakho kwadingeka ngisebenzise izwi laMi ukuze ngiwembule kubo. Nokho, umuntu usalokhu engawaqondi amazwi aMi, futhi uhlala engazi lutho ngenhloso yecebo laMi. Futhi ngenxa yokushiyeka kanye namaphutha omuntu, wenza izinto eziphazamisa ukuphatha kwaMi, imimoya engcolile yabe seyithola ithuba lokubonakala, yenza abantu baba yizisulu zayo, kwaze kwaba yilapho behlushwa yimimoya engcolile futhi baba ngabangcolile yonke indawo. Kwakungalesi sikhathi lapho ngabona khona inhloso kanye nenjongo yomuntu. Ngabubula ngigcwele izinyembezi: Kungani umuntu ngaso sonke isikhathi enza izinto ezithokozisa yena? Ukusolwa yiMi akwenzelwanga yini ukumenza aphelele? Ingabe ngezama ukumdumaza? Ulimi lomuntu luhle kakhulu, futhi luthambile, nokho izenzo zabantu zimbi ngokwedlulele.
3/22/2018
Izwi Lamashumi Amane Nesihlanu
Ngake ngakhetha izimpahla ezisezingeni eliphezulu ukuba zibe sendlini Yami, ukuze kuzo kube nomcebo ongaqhathaniseki, ngalokho bewuzohlotshiswa, lapho ngiyithole khona injabulo. Kodwa ngenxa yesimo sengqondo somuntu Kimi, kanye nangenxa yezisusa zabantu, angibanga nakho okunye ebengingakwenza ngaphandle kokuwubeka eceleni lo msebenzi ngenze omunye. Ngizosebenzisa izisusa zomuntu ukuba ngifeze umsebenzi Wami, ngizongenelela zonke izinto ukuba zingisebenzele, bese ngenza indlu Yami ukuthi ingabi nosizi nomzwangedwa ngesizathu salokho. Ngake ngaqaphela kubantu: konke okwakuyinyama negazi kwakungenalutho, akukho neyodwa into eyasizwa isibusiso sobukhona Bami. Abantu bahlala nazo izibusiso kodwa abazi ukuthi babusiseke kanjani. Uma izibusiso Zami kumuntu bezingekho kuze kube namuhla, ngubani kubantu obengaphila kuze kube yilesi sikhathi samanje engashabalalanga? Ukuthi umuntu uyaphila yisibusiso Sami, futhi kusho ukuthi uphila nazo izibusiso Zami, ngoba kwasekuqaleni wayengenalutho, ngoba kwasekuqaleni wayengenamali ukuba aphile phakathi komhlaba nezulu; namuhla ngiyaqhubeka nokumsiza umuntu, kungenxa yalokhu kodwa futhi ukuthi umuntu uyema phambi Kwami, enenhlanhla ukuphunyula ekufeni.
Izwi Lamashumi Amane Nesithupha
Angazi ukuthi abantu bakahle kangakanani ekwenzeni amazwi Ami abe yisesekelo sobukhona babo. Ngibe nalo njalo ixhala ngesigcino somuntu, kodwa abantu babukeka bengakuqondi lokhu—ngaleso sizathu-ke, abakaze bazinake izenzo Zami, futhi alukaze lwakheke noma yiluphi uthando kubo ngenxa yokuziphatha Kwami kumuntu. Kungathi bawukhiphe kudala umuzwa ojulile wokuba banelise inhliziyo Yami. Ekubhekweni yilezi zimo, ngiyaphinda futhi ngiyathula. Kungani amazwi Ami engakufanele ukunakwa ngabantu, ukuba angeniswe futhi? Ngabe kungoba “angiyena ongokoqobo” futhi ngizama ukubabamba abantu? Kungani abantu njalo “bengiphatha ngokwahlukile”? Ngabe angemukeleki egumbini Lami elivelele? Kungani, uma izinto sezifike ezingeni ezikulo namhlanje, abantu basangibuka ngendlela ehlukile? Ngabe kunephutha endleleni engiziphethe ngayo kumuntu? Namuhla, ngiqalile umsebenzi ngaphezu kwemikhathi.
Izwi Lamashumi Amane Nesikhombisa
Ukuze kukhuliswe abantu empilweni bese kwenziwa ukuthi umuntu Nami sikwazi ukuthola imiphumela ehambisana nenhloso yethu efanayo, bengilokhu ngisitotosa isintu, ngisivumela ukuba sibe nokondleka nempilo ezwini Lami futhi sithole yonke inala Yami kulona. Angikaze ngimnike umuntu okubanga impoxo, kodwa umuntu akayinaki imizwa Yami. Lokhu kungoba isintu asinamuzwa futhi “sedelela” zonke izinto ngaphandle Kwami. Ngenxa yamaphutha esintu, ngiyezwelana naso futhi ngalokho angiyekile ukubelekelela, ukuze bakwazi ukujabulela yonke inala yomhlaba kuze kwaneliseke izinhliziyo zabo esikhathini sabo emhlabeni. Angimphathi ngendlela engafanele umuntu kanti ekucabangeleni abantu abangilandele iminyaka eminingi, ngibe nenhliziyo emnene kubo. Kungathi angikwazi ukukubekezelela ukubeka izandla Zami phezu kwabo ukuba benze umsebenzi wami. Ngakho, ngibukela abantu abazacile abangithandayo ngenkathi bezithanda bona bese enhliziyweni Yami kuba nomuzwa wobuhlungu ongachazeki, kepha ngubani ongephula izimiso ngenxa yalokhu? Ngubani ongaziphazamisa yena ngenxa yalokhu? Noma kunjalo, ngehlisele yonke inala Yami esintwini ukuze sikwazi ukukujabulela ngokuphelele, futhi angisiphathanga isintu ngokungafanele kulolu daba.
3/19/2018
Izwi Lamashumi Amabili Nesishiyagalolunye
Ngosuku lapho zonke izinto zavuswa khona, Ngeza phakathi kwabantu, ngachitha izinsuku nobusuku obumnandi nabo. Kulapha kuphela lapho umuntu ezwa kancane ngokufinyeleleka Kwami, futhi njengoba ukuhlangana Kwami nabo sekuvama, ubona okunye kwalokho enginakho nengiyikho—ngalokho, uzuza ulwazi oluthile Ngami. Phakathi kwabo bonke abantu ngiphakamisa ikhanda Lami ngibuke, bese bonke beyangibona. Kodwa uma inhlekelele iwela emhlabeni, basheshe babe nexhala, bese umfanekiso Wami uyashabalala ezinhliziyweni zabo; bathuswa wukufika kwenhlekelele, bangayinaki imiyalo Yami. Ngidlule iminyaka eminingi phakathi kwabantu, kodwa ulokhu engaqapheli, futhi akangazanga. Namuhla ngimtshela ngomlomo Wami, futhi ngenze ukuba bonke abantu beze Kimi bazothola utho, kodwa bayaqhubeka nokuqhela Kimi, ngakho-ke abangazi.
Amalebula:
IBandla likaNkulunkulu uSomandla,
indlela,
izibusiso,
konke,
uJesu,
ukuphila,
uNkulunkulu uSomandl,
Unyazi Lwasempumalanga,
uthando,IZINCWADI
Indawo:
south Africa
2/22/2018
3. Ngenxa Yokwenza Umsebenzi Wami, Mina Nganikezwa Insindiso Enkulu kaNkulunkulu
UHong Wei,EBeijing
Ncwaba 15,2012
KuNtulikazi 21, 2012, imvula enamandla yaqala ukuna. Ngalolo suku kwenzeka nje ukuthi nganginomsebenzi okwakufanele ngiwenze, ngakho-ke emva komhlangano wethu ngabona ukuthi imvula yase yehlile, ngashesha ngaya ekhaya ngebhayisikili lami. Kungenkathi kuphela lapho ngingena emgwaqweni omkhulu ngathola ukuthi amanzi ayedilika ngokushesha entabeni njengempophoma, futhi umgwaqo wawembozwe amanzi emvula agelezayo ngangokuthi ubuso bomgwaqo bakungasakwazi ukubonakala kahle hle ngokucacile.
2/11/2018
Izwi Lesithathu
Njengoba nibizwa ngabantu Bami nje, izinto azisenjengoba zazinjalo; kumele nilalele futhi nihloniphe izinto ezishiwo uMoya Wami, nilandele eduze umsebenzi Wami, ningehlukanise uMoya Wami nenyama Yami, ngoba Simunye ngokwendalo, kasehlukene neze. Noma ngubani ohlukanisa uMoya nomuntu, enze umuntu noma uMoya ube yigugu kuye, uzolahlekelwa, aphethe ngokuphuza enkomishini yakhe ebabayo—yilokho kuphela okushiwoyo.
2/08/2018
UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele IX
UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Wazo Zonke Izinto (III)
Kulesi sikhathi, sikhulume ngezinto eziningi ezithinta ukumazi uNkulunkulu kanti kungekudala nje sikhulume ngento ebalulekile kulesi sihloko esithi: UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Wazo Zonke Izinto.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
UXiangwang Esifundazweni Sase Sichuan Ngizizwa ngingosolwe kakhulu enhliziyweni yami sonke isikhathi lapho ngibona amazwi kaNkulunkulu a...
-
I Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha, banjengezingelosi eziza emhlabeni. ...
