Amalebula

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Imibuzo Eyikhulu Nezimpendulo Ukuhlola Indlela Yeqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Imibuzo Eyikhulu Nezimpendulo Ukuhlola Indlela Yeqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe

5/11/2018

55. Laba khona kanjani iBhayibheli? Liyinhloboni yencwadi iBhayibheli?

 Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
 Izinto ezibhalwe eTestamenteni Elidala zingumsebenzi kaJehova kwa-Israyeli, futhi lezo ezibhalwe eTestamenteni Elisha ngumsebenzi kaJesu ngeNkathi Yomusa; abhala ngomsebenzi owenziwe nguNkulunkulu ezinkathini ezimbili ezihlukene.

2/22/2018

1.UNkulunkulu USomandla Usenginike Ithuba Lesibili Empilweni

Abafo kanye nodade ababili abejwayelekile, eBeijing

Ncwaba 15, 2012

  NgoNtulikazi 21, 2012 kwakuwusuku engingasoze ngalukhohlwa, nokuthi kwaba wusuku olubaluleke kakhulu empilweni yami.

3. Ngenxa Yokwenza Umsebenzi Wami, Mina Nganikezwa Insindiso Enkulu kaNkulunkulu

UHong Wei,EBeijing

Ncwaba 15,2012

  KuNtulikazi 21, 2012, imvula enamandla yaqala ukuna. Ngalolo suku kwenzeka nje ukuthi nganginomsebenzi okwakufanele ngiwenze, ngakho-ke emva komhlangano wethu ngabona ukuthi imvula yase yehlile, ngashesha ngaya ekhaya ngebhayisikili lami. Kungenkathi kuphela lapho ngingena emgwaqweni omkhulu ngathola ukuthi amanzi ayedilika ngokushesha entabeni njengempophoma, futhi umgwaqo wawembozwe amanzi emvula agelezayo ngangokuthi ubuso bomgwaqo bakungasakwazi ukubonakala kahle hle ngokucacile.

4.Ngaphandle Kwensindiso KaNkulunkulu, Ngabe Angikho Lapha Namhlanje

UZhang Jin, EBeijing

Ncwaba 16, 2012

  Ngiwudade omdala onemilenze emibili enenkinga. Ngisho noma isimo sezulu sisihle phandle, nginenkinga yokuhamba, kodwa lapho amanzi kazamcolo esondela ukungigwinya, uNkulunkulu wangivumela ngokumangalisayo ukuthi ngiphunyuke engozini.

8. UNkulunkulu Wavikela Umndeni Wethu Ngenhlekelele

EWang Lan Kwidolobha IBeijing 

Ncwaba 6, 2012

  Mhla zingama-21 kuNtulikazi, 2012 isikhukhula eminyakeni engamashumi ayisithupha sadwengula isigodi sakithi. Inhlekelele yavela ezulwini, amanzi kazamcolo exube udaka kanye namatshe futhi yokanalisa isigodi sonke. Imizi eminingi yabhujiswa amanzi kanye nodaka olushelelayo.

10. Uthando LukaNkulunkulu Lungokoqobo Impela

EWenzhong Kwidolobha IBeijing

11 Ncwaba,2012

  Ngobusuku bangomhla wama 21, kuwezi-2012, saba nozamcolo omkhulu lana, ongavamile ukwenzeka. Ngizothanda ukuxoxela wonke umuntu owomele uNkulunkulu into engayizwa futhi nengayibona ngaleso sikhathi.

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...