Amalebula
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UKristu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UKristu. Bonisa konke okuthunyelwe
4/16/2019
Isahluko 106
Labo abangawazi amazwi Ami, labo abangabazi ubuntu Bami obejwayelekile, nalabo abedelela ubunkulunkulu Bami bayobhujiswa bashabalale. Akekho oyoxolelwa kulokhu, futhi bonke kufanele bedlule kulokhu ngoba kuyisinqumo Sami sokuphatha, futhi kuyisigatshana esinzima kakhulu sesinqumo Sami.
3/01/2019
Isahluko 66
Umsebenzi Wami uqhubekele esigabeni samanje futhi wonke ulandele amalungiselelo ahlakaniphile esandla Sami, kanye nangempumelelo enkulu Yami. Ngubani phakathi kwabantu ongenza into enjalo? Futhi ngabe abaphazamisi ukuphatha Kwami? Kodwa kufanele wazi ukuthi akukho ndlela yokuthi noma ngubani angenza umsebenzi Wami esikhundleni Sami, ingaphathwa eyokuwuvimba, njengoba kungekho muntu ongasho noma enze izinto engizenzayo nengizishoyo.
1/22/2019
Isahluko 34
UNkulunkulu uSomandla unamandla onke, uzuza konke futhi unguNkulunkulu wangempela ophelele! Akaphethe izinkanyezi eziyisikhombisa, aphathe oMoya abayisikhombisa, abe namehlo ayisikhombisa, avule izimpawu eziyisikhombisa futhi avule umqulu kuphela, kodwa ngaphezu kwalokho uphatha izinhlupho eziyisikhombisa nezitsha eziyisikhombisa futhi uvula imidumo eyisikhombisa; kudala ushaye amacilongo ayisikhombisa!
1/15/2019
Isahluko 27
UNkulunkulu oyedwa wangempela ophethe zonke izinto emhlabeni nasezulwini—uKristu onamandla onke! Lobu ngubufakazi boMoya oNgcwele, ubufakazi obungenakuphikiswa! UMoya oNgcwele usebenza ukufakaza yonke indawo, ukuze kungabikho muntu onokungabaza.
1/10/2019
Isahluko 20
Umsebenzi woMoya oNgcwele uqhubekela phambili, uningenisa endaweni entsha ngokuphelele, okungukuthi ubunjalo bokuphila bombuso bubonakele phambi kwenu.
1/08/2019
Isahluko 18
Ukwakhiwa kwebandla akusiyo into elula! Ngifaka yonke inhliziyo Yami ekulakheni futhi noSathane angenza konke okusemandleni akhe ukulibhidliza.
12/29/2018
Isahluko 4
Sizohlala sibhekile futhi silindile, sithule emoyeni futhi sifuna ngenhliziyo ehlanzekile. Noma yini esehlelayo, akufanele sihlanganyele ngobumpumputhe.
12/28/2018
Isahluko 1
Ukudumisa kufikile eSiyoni futhi indawo yokuhlala kaNkulunkulu ibonakele. Igama elihle elingcwele lidunyiswa yibo bonke abantu, futhi liyasabalala. A, Nkulunkulu uSomandla!
11/29/2018
31. Angikulungele Ukubona UKristu
UHuanbao Edolobheni laseDalian, Esifundazweni saseLiaoning
Kusukela ngiqala ukukholwa kuNkulunkulu uSomandla, selokhu ngangibancoma kakhulu abafowethu nodadewethu abakwazi ukwamukela inkonzo yomuntu siqu noKristu, abakwazi ukuzwa izintshumayelo Zakhe ezindlebeni zabo.
11/04/2018
Ukuhlabelela Ngokufika Kombuso Wenkulungwane Yeminyaka
Umbuso Wenkulungwane yeminyaka usufikile emhlabeni.
Izwi likaNkulunkulu seliwunqobile umhlaba, limisile laqeda konke.
Izwi likaNkulunkulu libusa emhlabeni wonke, sibona ngamehlo ethu.
Izwi likaNkulunkulu liphila phakathi kwethu, kukho konke ukwenza nemicabango yethu.
Izwi likaNkulunkulu seliwunqobile umhlaba, limisile laqeda konke.
Izwi likaNkulunkulu libusa emhlabeni wonke, sibona ngamehlo ethu.
Izwi likaNkulunkulu liphila phakathi kwethu, kukho konke ukwenza nemicabango yethu.
11/01/2018
Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (2)
Imvelo yomuntu yehluke ngokuphelele ebuntwini Bami; lokhu kungenxa yokuthi imvelo yomuntu eyonakele ivela kuSathane ngokuphelele nemvelo yomuntu yenziwe futhi yonakaliswa uSathane. Okuwukuthi, umuntu uphila ngaphansi kwethonya elibi kanye nobubi bayo. Umuntu akakhuleli ezweni leqiniso noma endaweni engcwele, futhi ngaphezu kwalokho akaphili ekukhanyeni.
10/17/2018
Umsebenzi Nokungena (6)
Umsebenzi nokungena kuyizinto ezizuzwa ngokoqobo futhi eziqondiswe emsebenzini kaNkulunkulu nasekungeneni komuntu.
10/02/2018
South African Gospel Song "Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe"
South African Gospel Song “Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Ingqikithi kaKristu inqunywa ngumsebenzi namazwi akhe
Ngenhliziyo eneqiniso, uqeda lokho akunikiwe,
ukhonza uNkulunkulu osezulwini futhi afune intando kaYise.
Konke lokhu kunqunywa yingqikithi Yakhe, kanjalo nezambulo Zakhe zemvelo.
8/14/2018
Gospel Choir "Umbuso" Welcome the Return of God (Zulu Subtitles)
Gospel Choir "Umbuso" Welcome the Return of God (Zulu Subtitles)
I
Umbuso, idolobha labangcwele, umbuso kaKristu.
Embusweni, umcebo nenkazimulo kaNkulunkulu kuyabonakala.
Unyazi luphuma eMpumalanga futhi lukhanyise eNtshonalanga.
7/02/2018
4. Kungani uNkulunkulu engasebenzisi umuntu ukuba enze umsebenzi wokwahlulela ezinsukwini zokugcina kodwa esikhundleni salokho kufanele athathe isimo somuntu bese ekwenza Yena?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Ubaba akahluleli muntu, kodwa unikeze konke ukwahlulela eNdodaneni yomuntu.” (Johane 5:22)
“Futhi umnikeze amandla nawokwahlulela, ngoba uyindodana yomuntu.”(Johane 5:27)
“Ubaba akahluleli muntu, kodwa unikeze konke ukwahlulela eNdodaneni yomuntu.” (Johane 5:22)
“Futhi umnikeze amandla nawokwahlulela, ngoba uyindodana yomuntu.”(Johane 5:27)
3. Yini umehluko phakathi komsebeni kaNkulunkulu esenyameni kanye nomsebenzi kaMoya?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Wayesethi, Ngiyanicela, ngikhombise inkazimulo yakho. Wathi, … Awunakubona ubuso bami: ngokuba akukho muntu ongangibona, futhi aphile” (Eksodusi 33:18-20).
“Futhi iNKOSI yehlela phezu kwentaba iSinayi, esiqongweni sentaba: futhi iNKOSI yambiza uMose ukuba eze esiqongweni sentaba; wase uMose ekhuphuka-ke. Futhi iNKOSI yathi kuMose, Yehla, ubaxwayise abantu, funa bafohle ukuba babone iNKOSI, bese kufa abaningi kubo” (Eksodusi 19:20-21).
“Wayesethi, Ngiyanicela, ngikhombise inkazimulo yakho. Wathi, … Awunakubona ubuso bami: ngokuba akukho muntu ongangibona, futhi aphile” (Eksodusi 33:18-20).
“Futhi iNKOSI yehlela phezu kwentaba iSinayi, esiqongweni sentaba: futhi iNKOSI yambiza uMose ukuba eze esiqongweni sentaba; wase uMose ekhuphuka-ke. Futhi iNKOSI yathi kuMose, Yehla, ubaxwayise abantu, funa bafohle ukuba babone iNKOSI, bese kufa abaningi kubo” (Eksodusi 19:20-21).
6/18/2018
"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" South Africa Gospel Choir Full Documentary 2018
Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila….
SA Gospel Music “Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu
Nakuba sihlukaniswe yizilwandle nezintaba ezingenakubalwa,
singabantu ababodwa, akunamingcele phakathi kwethu,
ngesikhumba esinemibala ehlukene futhi sikhuluma izilimi ezehlukene.
Ngoba amazwi kaNkulunkulu uSomandla ayasibiza,
siyaphakanyiswa phambi kwesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.
South African Gospel Song “Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo”
Akuyena wonke umuntu onendlela yokuphila;
Akuyona into noma ubani angayithola kalula.
Ngokuba ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela,
UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,
UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.
6/14/2018
South African Gospel Song “Isintu Esikhohlakele Sidinga Insindiso KaNkulunkulu Osesimweni Somuntu”
I
UNkulunkulu waba yinyama ngoba okuqondwe ngumsebenzi Wakhe
akuwona umoya kaSathane, noma yini engeyona, engeyona inyama, kodwa ngumuntu.
Inyama yomuntu yakhohlakaliswa nguSathane ngakho yase iba yilokho okuqondwe ngumsebenzi kaNkulunkulu.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...

-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu Kube olunye usuku, lapho uyozwa khona ukuthi uMdali akaseyona impicabadala, ukuthi uMdali ...
-
Namuhla, sizobe sikhuluma ngendlela okumele abantu bakhonze ngayo uNkulunkulu ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, yimiphi imibande...