Amalebula

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula south african gospel music. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula south african gospel music. Bonisa konke okuthunyelwe

6/18/2018

"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" South Africa Gospel Choir Full Documentary 2018


South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Choral Documentary (Zulu Subtitles)

Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila….

5/18/2018

2018 South Africa Best Gospel Music Video “Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu”


Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ngibona ubuso Bakhe obuthandekayo.

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, sengishiye imuva lami lokuzula ngemuva.

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ukuthokozela izwi Lakhe kungigcwalisa ngenjabulo.

South Africa Latest Gospel Music 2018 “Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho”


South Africa Latest Gospel Music 2018 “Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I

Lapho ungamqondi uNkulunkulu futhi ungayazi imvelo Yakhe,

izinhliziyo zenu azisoze zavuleka ngokweqiniso, zivulekela uNkulunkulu.

4/19/2018

2018 Best Christian Music Video "Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela"


Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela
Ukuthi uNkulunkulu ube yinyama kunyakazisa inkolo,
kuphazamisa uhlelo lwenkolo,
futhi kunyakazisa imiphefumulo yabo bonke abalangazelela ukubonakala kukaNkulunkulu.
Ngubani ongamangali ngalokhu? Ngubani ongalangazeleli ukubona uNkulunkulu?
UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.

3/30/2018

Christian Music Video 2018 | The Return of the Lord "Two Thousand Years of Longing" (Worship Song)


I
That God has become flesh shakes the religious world, upsets the religious order, and stirs up the souls of all who long for God's appearance. Who does not marvel at this? Who does not long to see God? God has spent years among man, but man is simply unaware of this. Today, God Himself has appeared to renew His old love with man.

3/19/2018

Qala Impilo Entsha “Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu” (Ividiyo Yomculo Esemthethweni)




I

Ngizwa izwi elijwayelekile lilokhu lingibiza.

Ngaphaphama ukuze ngibone, ukuthi ubani lo okhulumayo.

Izwi laKhe lipholile kodwa linohlonze, isithombe saKhe sihle!

Uyahlushwa futhi ubekezelela ubuhlungu obukhulu, egonwa yisandla saKhe esinothando.

Ngase ngiqaphela ukuthi uMninimandla onke engilwa naye.

Ngazizonda, ngazisola kakhulu, ngicabanga ngalokho engikwenzile.

2/18/2018

Christian Music - "Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu" - Zulu A Cappella



Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu
I
La … la la la … la la la….
La … la la la … la la la … la….
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo yaKho igcwalisa izulu nomhlaba.
Sithandwa sami esihle, uthando lwaKho luzungeza inhliziyo yami.
Abantu abaphishekela iqiniso bonke bathanda uNkulunkulu.

Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu “Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani”




I

Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu, ngijabulile futhi ngithokozile.

Izandla zami zibambe isithandwa sami, inhliziyo yami engeyaKhe.

Nakuba ngidlule esiGodini seziNyembezi, ngilubonile uthando lukaNkulunkulu.

Uthando lwami ngoNkulunkulu lukhula usuku nosuku, uNkulunkulu ungumthombo wenjabulo yami.

2/13/2018

Christian Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" - Live in the Light



UNkulunkulu Akubusise
Abantu bajwayele ukuthi, "Izingozi ziyenzeka, impilo ngeke uyazi."
Namhlanje, ezomnotho nezobuchwepheshe kuthuthuka ngesivinini esikhulu,
amazinga okuphila athuthuke kancane kancane,
kodwa sesithole ukuthi izibhicongo emhlabenijikelele zinyuka usuku nosuku.

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...