Amalebula
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulalela uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulalela uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
4/16/2019
Isahluko 106
Labo abangawazi amazwi Ami, labo abangabazi ubuntu Bami obejwayelekile, nalabo abedelela ubunkulunkulu Bami bayobhujiswa bashabalale. Akekho oyoxolelwa kulokhu, futhi bonke kufanele bedlule kulokhu ngoba kuyisinqumo Sami sokuphatha, futhi kuyisigatshana esinzima kakhulu sesinqumo Sami.
2/26/2019
Isahluko 62
Ukuqonda intando Yami akwenziwa ukuze wazi kuphela, kodwa nokuba wenze ngokuhambisana nenhloso Yami. Abantu abayiqondi inhliziyo Yami. Uma ngithi lokhu kuyimpumalanga, kufanele bahambe bayocabanga, bezibuza, “Ngabe ngempela yimpumalanga? Kungenzeka ukuthi akuyona.
12/07/2018
South African Gospel Music 2018 "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"
South African Gospel Music 2018 "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"
I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,
ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,
ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,
lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,
futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe.
11/01/2018
Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (2)
Imvelo yomuntu yehluke ngokuphelele ebuntwini Bami; lokhu kungenxa yokuthi imvelo yomuntu eyonakele ivela kuSathane ngokuphelele nemvelo yomuntu yenziwe futhi yonakaliswa uSathane. Okuwukuthi, umuntu uphila ngaphansi kwethonya elibi kanye nobubi bayo. Umuntu akakhuleli ezweni leqiniso noma endaweni engcwele, futhi ngaphezu kwalokho akaphili ekukhanyeni.
Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (1)
Umsebenzi Wami usuzophela. Iminyaka eminingi esiyichithe sindawonye isibe inkumbulo engabekezeleleki yenkathi edlule. Ngiye ngaphindaphinda amazwi Ami futhi angiyekanga ukuthuthuka emsebenzini Wami omusha. Empeleni, iseluleko Sami siyisakhi esidingekayo engxenyeni ngayinye yomsebenzi engiwenzayo. Ngaphandle kweseluleko Sami, nonke benizonhlanhlatha futhi nilahlekelwe kakhulu.
10/24/2018
Umphumela ongatholakala emsebenzini wokunqoba, ngokuyinhloko ukuthi inyama yomuntu iyeke ukuhlubuka, okusho ukuthi, ingqondo yomuntu imqonde kabusha uNkulunkulu, inhliziyo yakhe imlalele ngokugcwele uNkulunkulu, nokuthi yena abe ngokaNkulunkulu.
10/15/2018
Bonke Abangamazi UNkulunkulu Bayilabo Abaphikisana NoNkulunkulu
Ukuze kuqondwe inhloso yomsebenzi kaNkulunkulu, umphumela okufanele umuntu afinyelele kuwo, kanye nentando kaNkulunkulu ngomuntu, yilokhu okufanele wonke umuntu olandela uNkulunkulu afinyelele kukho.
10/14/2018
Isixwayiso Kulabo Abangalenzi Iqiniso
Labo phakathi kwabafowethu nodadewethu, abahlale beveza ububi babo bayizinceku zikaSathane futhi bayaliphazamisa ibandla.
10/08/2018
Labo Abalalela UNkulunkulu Ngenhliziyo Yeqiniso Bayozuzwa Ngokuqinisekileyo NguNkulunkulu
Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo.
9/29/2018
Bunjani Ubuhlobo Bakho NoNkulunkulu
Ekukholelweni kuNkulunkulu, okungenani kumele ulungise indaba yokuba nobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu.
1/12/2018
Labo Abalalela UNkulunkulu Ngenhliziyo Yeqiniso Bayozuzwa Ngokuqinisekileyo NguNkulunkulu
Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo. Unjalo umsebenzi uNkulunkulu aphelelisa ngawo umuntu.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
Ake sifunde isiqephu sesibili saseBhayibhelini: “Futhi uNkulunkulu wathi, Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, futhi awuhlukanise amanz...




