Amalebula

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UJobe. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UJobe. Bonisa konke okuthunyelwe

5/13/2019

Isahluko 8






















Uma uNkulunkulu ekhuluma izwi Lakhe ngokweso likaMoya, iphimbo Lakhe liqondiswa kuso sonke isintu. Uma uNkulunkulu ekhuluma izwi Lakhe ngokweso lomuntu, iphimbo Lakhe liqondiswa kubo bonke abalandela ubuholi boMoya Wakhe.

10/26/2018

Kuyini Ukuqonda Kwakho “Izibusiso”

Nakuba labo abazalwe kule nkathi bebhekene nezimo zokukhohlakala kukaSathane nokungcola kwamadimoni, kuyiqiniso futhi ukuthi bayakwazi ukuzuza insindiso enkulu ngenxa yalokhu kukhohlakala, ngisho nokungaphezulu kwemfuyo egcwele izintaba namathafa kanye nempahla yomndeni enkulu eyazuzwa uJobe, futhi ingaphezu kwesibusiso esatholwa uJobe sokubona uJehova ngemva kwezilingo zakhe.

10/24/2018

Umphumela ongatholakala emsebenzini wokunqoba, ngokuyinhloko ukuthi inyama yomuntu iyeke ukuhlubuka, okusho ukuthi, ingqondo yomuntu imqonde kabusha uNkulunkulu, inhliziyo yakhe imlalele ngokugcwele uNkulunkulu, nokuthi yena abe ngokaNkulunkulu.

10/23/2018

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (1)

Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu.

2/09/2018

Isahluko 10

INkathi Yombuso, kakade, yehlukile ezikhathini ezedlule. Ayithinti okwenziwa ngumuntu. Kunalokho, ngenza umsebenzi Wami emva kokwehlela emhlabeni — umsebenzi okungekho muntu ongawucabanga noma awufeze.

Isahluko 8

Uma izambulo Zami sezifinyelela esicongweni, nalapho ukwahlulela Kwami kuya ngasemaphethelweni, kuzoba khona isikhathi lapho abantu Bami bonke beyokwambulwa futhi bagcwaliswe.

2/06/2018

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele I

















Igunya likaNkulunkulu (I)

Izinhlanganyelo zami eziningana ezedlule bezimayelana nomsebenzi kaNkulunkulu, isimo sikaNkulunkulu, kanye noNkulunkulu uqobo Lwakhe. Emuva kokuzwa lezi zinhlanganyelo ngabe nizwa sengathi nizuze ukuqonda nolwazi ngesimo sikaNkulunkulu? Ingabe ukuqonda nolwazi okukhulu kangakanani? Ingabe ningaba nesibalo salokho? Ingabe lezi zinhlanganyelo zininikile ukuqonda okujulile ngoNkulunkulu? Kungashiwo ukuthi lokhu kuqonda kuwulwazi oluyiqiniso ngoNkulunkulu? Kungashiwo ukuthi lolu lwazi nokuqonda kuwulwazi ngaso sonke isimo sikaNkulunkulu, nakho konke anakho nayikho? Cha, ngokusobala akunjalo!

2/05/2018

Umsebenzi KaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe II

















Emhlanganweni wethu owedlule saxoxa ngesihloko esibaluleke kakhulu. Nisakhumbula ukuthi sasithini? Ake ngisiphinde. Isihloko esasixoxa ngaso ngokwedlule sasithi: Umsebenzi KaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe.

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...