Amalebula
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Isambulo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Isambulo. Bonisa konke okuthunyelwe
4/17/2019
Isahluko 107
Lapho amazwi Ami enesihluku ngokwezinga elithile, abantu abaningi kakhulu bayahoxa ngenxa yamazwi Ami. Kungalesi sikhathi kanye lapho kwembulwa khona amadodana Ami angamazibulo.
4/01/2019
Isahluko 93
Amaqiniso afezwa phambi kwamehlo omuntu futhi zonke izinto zifeziwe. Umsebenzi Wami uyashesha, uphakamela phezulu njengerokhethi edutshuliwe, obekungalindelwe muntu. Niyokwazi ukuqonda umqondo wamazwi Ami kuphela emva kokwenzeka kwezinto.
3/30/2019
Isahluko 91
UMoya Wami ukhuluma futhi uphimisa iphimbo Lami njalo—bangaki phakathi kwenu abangaziyo? Kungani kufanele ngibe yinyama bese ngiza phakathi kwenu? Lokhu kuyimfihlakalo enkulu.
3/22/2019
Isahluko 83
Anazi ukuthi nginguNkulunkulu onamandla onke; anazi ukuthi zonke izindaba nezinto zilawulwa Yimi! Kusho ukuthini ukuthi konke kudalwe futhi kwaphethwa Yimi? Izibusiso noma amashwa awo wonke umuntu konke kuncike ekugcwaliseni Yimi, ezenzweni Zami.
3/18/2019
Isahluko 81
O, le nkathi endala embi nenokuphinga! Ngizokugwinya! Ntaba yaseSiyoni! Phakama ukuze ungibingelele! Ngenxa yokuphethwa kohlelo Lwami lokuphatha, ngenxa yokuphethwa ngempumelelo komsebenzi Wami omkhulu, ngubani olokotha angasukumi ahalalise!
3/08/2019
Isahluko 72
Kufanele wethembele Kimi ukuthi ngisuse noma yikuphi ukusilela noma ubuthakathaka ngokushesha lapho ukuthola. Ungalibali; kungenjalo umsebenzi woMoya oNgcwele uyoba kude kakhulu nawe, futhi uyosilela emuva kakhulu.
1/25/2019
Isahluko 37
Ngempela nintula ukholo ebukhoneni Bami futhi nihlala nethembela kinina ukwenza izinto. “Anikwazi kwenza lutho ngaphandle Kwami!” Kodwa nina bantu abakhohlakele nihlala nifaka amazwi Ami endlebeni eyodwa futhi niwakhiphe ngenye.
12/22/2018
76. Ngingasiza Abanye Ngempela Ngokungena Ngokwami Eqinisweni Kuphela
UDu Fan Esifundazweni SaseJiangsu
Muva nje, ibandla lalibambe ukhetho lokuqoka umholi omusha, kodwa umholi owengamele waphambana nezimiso zebandla, esebenzisa indlela yakhe yokwenza ukhetho. Lapho abanye abafowethu nodadewethu beveza imibono yabo, akazange nje kuphela angakwamukeli, kodwa waphikelela ngokubambelela endleleni yakhe.
12/14/2018
62. Isizathu Sangempela Sokuba Buthuntu Emsebenzini
UXinyi edolobheni laseXi’an, esiFundazweni saseShaanxi
Ekuvakasheleni kwami amabandla kwakamuva, ngizwe kaningi abaholi nabasebenzi bethi abanye abantu, emva kokuhlanganyela nami, baba ngabalandulayo, ababuthakathaka nabaphelelwe ugqozi lokuqhubeka nokufuna.
11/24/2018
25. Ukubaluleka Kokusebenzisana Emsebenzini
UMei Jie Edolobheni laseJinan, EsiFundazweni saseShandong
Emva kokushintshwa kwabaphathi bebandla kubuyela kokwasekuqaleni, ubambiswano lwasungulwa ezingeni lobuholi ngamunye wezinga lendlu kaNkulunkulu. Ngaleso sikhathi ngangicabanga ukuthi lokhu kwakuwuhlelo olulungile. Isimilo sami sasingesihle kahle futhi nganginomsebenzi omningi; ngangimdinga ngempela umlingani owayezongisiza ngiphothule lonke uhlobo lomsebenzi esizindeni sami.
10/23/2018
Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (1)
Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu.
3/13/2018
2. Yazi Inhloso Nokubaluleka Kwesigaba Ngasinye Somsebenzi KaNkulunkulu.
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Ngoba sesifikile isikhathi sokuqala kwesahlulelo endlini kaNkulunkulu” (1 Petru 4:17).
“Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohlezi kuso, obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba; akutholelwanga indawo.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
Ake sifunde isiqephu sesibili saseBhayibhelini: “Futhi uNkulunkulu wathi, Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, futhi awuhlukanise amanz...
