Amalebula

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulunga kukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulunga kukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

6/15/2019

South African Gospel Song "Qaphelani isiphetho sesintu" | God Is Mankind's Only Salvation (Lyrics)





South African Gospel Song | "Qaphelani isiphetho sesintu" | God Is Mankind's Only Salvation (Lyrics Video) 

UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni:
Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe;
zinak’isiphetho sesintu;
zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele,
ophakeme kakhulu ohlonishwayo;
zivumele isintu siphile esibusisweni sikaNkulunkulu,
njengalokh’isizukulwane
sika-Abraham saphil’esibusisweni sikaJehova,
njengendalo kaNkulunkulu u-Adamu noEva baphil’engadini yase-Edeni.

6/06/2019

Isahluko 28

Isimo sabantu singukuthi ukuqonda kwabo kancane amazwi kaNkulunkulu kubenza bayingabaze kakhulu indlela yamanje yokusebenza kukaNkulunkulu.

4/30/2019

Isahluko 120

Siyoni! E! Siyoni! Hlabelela! Ngibuye ngokunqoba, ngibuye nginqobile! Bantu nonke! Sheshani nime ngokuhleleka! Zinto zonke!

4/29/2019

Isahluko 119






















Kufanele nonke niqonde izinhloso Zami, kufanele niqonde ukuma kwenhliziyo Yami. Manje yisikhathi sokulungiselela ukubuyela eSiyoni, anginamcabango wokunye ngaphandle kwalokhu.

4/28/2019

Isahluko 118

Lowo osukuma afakazele iNdodana Yami, ngiyomnika umusa; lowo ongasukumi afakazele iNdodana Yami, kodwa kunalokho omelana futhi osebenzisa imiqondo yomuntu ukuze enze ukulinganisa kwakhe, ngiyombhubhisa.

4/27/2019

Isahluko 117

















UyiLowo ovula umqulu, uyiLowo othukulula izimpawu eziyisikhombisa, ngoba zonke izimfihlakalo zivela Kuwe futhi zonke izibusiso zambulwa Nguwe.

4/24/2019

Isahluko 114

Ngadala umhlaba; ngenza izintaba, imifula, nazo zonke izinto; ngabumba amaphethelo ezulu nomhlaba; ngahola amadodana Ami nabantu Bami; ngayalela zonke izinto nezindaba.

4/22/2019

Isahluko 112

Ukuthi “amazwi nokungokoqobo kuqhubeka ngokuhambisana” kuyingxenye yesimo Sami sokulunga futhi, kula mazwi, ngiyokwenza ngokuqinisekile ukuthi wonke umuntu abone sonke isimo Sami.

4/19/2019

Isahluko 109

Ngikhipha amazwi nsuku zonke, ngikhuluma nsuku zonke, futhi ngambula izimpawu nezimangaliso Zami ezinkulu nsuku zonke. Konke lokhu kuwumsebenzi woMoya Wami. Emehlweni abantu ngiwumuntu kuphela kodwa kukulobu buntu kanye lapho ngambula khona amandla Ami amakhulu.

4/02/2019

Isahluko 94

Ngibuyela eSiyoni namadodana Ami angamazibulo—niyawuqonda ngempela umqondo wangempela wala mazwi? Nginikhumbuze ngokuphindaphinda ukuthi ngifuna ukuthi nikhule ngokushesha ukuze nibuse kanye Nami.

3/31/2019

Isahluko 92

Wonke umuntu uyakubona ukuba Kwami Kwami namandla onke nokuhlakanipha Kwami emazwini engiwakhulumayo nasezintweni engizenzayo.

3/30/2019

Isahluko 90

Bonke labo abayizimpumputhe kufanele basuke Kimi futhi bangahlali ngisho umzuzu, ngoba labo engibafunayo yilabo abangaziyo, abangibonayo nabazuza zonke izinto ngempela Kimi.

3/28/2019

Isahluko 89

Akulula ukuhambisana nezinhloso Zami kukho konke okwenzayo; akulona udaba lokuziphoqa ukuthi uzenzise, kodwa kuncike ekuthini ngikunikile yini izinga Lami ngaphambi kokudalwa komhlaba, okwakuncike Kimi.

3/24/2019

Isahluko 85

Ngisebenzisa abantu abehlukene ukuze ngifeze intando Yami: Iziqalekiso Zami ziyafezeka kulabo engibasolayo futhi izibusiso Zami ziyafezeka kulabo engibathandayo.

3/21/2019

Isahluko 82

Bonke bayesaba lapho bezwa izwi Lami. Bonke bagcwele uvalo. Nesabani? Ngeke nginibulale! Kungenxa yokuthi nizizwa ninecala futhi nesaba ukutholakala. Enikwenza ngemuva Kwami akunasisindo futhi akunamsebenzi.

3/18/2019

Isahluko 81

O, le nkathi endala embi nenokuphinga! Ngizokugwinya! Ntaba yaseSiyoni! Phakama ukuze ungibingelele! Ngenxa yokuphethwa kohlelo Lwami lokuphatha, ngenxa yokuphethwa ngempumelelo komsebenzi Wami omkhulu, ngubani olokotha angasukumi ahalalise!

3/16/2019

Isahluko 79

Niyizimpumputhe! Anazi lutho! Ingqumbi kadoti ongenamsebenzi! Nehlukanisa ubuntu obejwayelekile ebunkulunkulwini Bami obuphelele! Ngabe anicabangi ukuthi lokhu kuyisono Kimi? Futhi okungaphezulu kwalokhu kuyinto okulukhuni ukuyithethelela!

3/15/2019

Isahluko 78

Ngishilo ngaphambili ukuthi umsebenzi wenziwa Yimi, hhayi umuntu. Kimi, konke kukhululekile futhi kuyajabulisa, kodwa kini izinto zehluke kakhulu futhi noma yini eniyenzayo ilukhuni ngokwedlulele.

3/14/2019

Isahluko 76

Amazwi Ami onke angukuvezwa kwentando Yami. Ngubani ongacabangela umthwalo Wami? Ngubani ongaqonda inhloso Yami? Ngabe niyicabangile ngamunye imibuzo engiyibuze Kini? Yeka ukungacopheleli okungaka!

3/07/2019

Isahluko 71

Ngikubonakalise konke Okwami kinina, kodwa kungani ningazindli ngamazwi Ami ngayo yonke inhliziyo nangomphefumulo wenu? Kungani nithatha amazwi Ami njengodoti? Ngabe engikushoyo akulungile? Ngabe amazwi Ami akushaye endaweni ebucayi? Nilokhu nilibala, nilokhu ningabaza, kungani nenza ngale ndlela? Ngabe angikhulumanga ngokucacile? Ngikusho kaningi ukuthi amazwi Ami kufanele kuzindlwe ngawo ngokucophelela, futhi kufanele anakisiswe.

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...