Amalebula
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ivangeli. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ivangeli. Bonisa konke okuthunyelwe
5/12/2019
Mayelana Nokuphila KukaPetru
UPetru umuntu oyisibonelo uNkulunkulu amethula esintwini, futhi ungumuntu owaziwayo. Kungani umuntu ophansi kanjalo uNkulunkulu ambeka njengesibonelo, futhi wadunyiswa yizizukulwane ezizayo? Empeleni, akudingeki nokuthi kuze kushiwo ukuthi lokhu akunakuhlukaniswa nombono wakhe nesinqumo sakhe sokuthanda uNkulunkulu.
12/27/2018
93. Ukuzwa Uthando LukaNkulunkulu Esimweni Esibi
UChen Lu Ezweni laseTonglu, Esifundazweni SaseZhejiang
Ngazalwa ngawo-1980 edolobhaneni—sasiwumndeni wabalimi izizukulwane ezinngi. Ngazinikela ezifundweni zami ukuze ngikwazi ukuya ekolishi futhi ngibalekele impilo yasemakhaya yobumpofu kanye nokuba semuva.
12/25/2018
87. Ukwahlulela Kungukukhanya
UZhao Xia Esifundazweni saseShandong
Igama lami nginguZhao Xia. Ngazalelwa emndenini ojwayelekile. Ngenxa yezisho ezifana nalezi “Umuntu uzenzela igama nomaphi lapho ehlala khona, njengoba nehansi likhala noma phi lapho lindiza khona,” kanye nesithi “Njengoba isihlahla siphilela isiqu saso, umuntu uphilela isithunzi sakhe,” ngalokhu ukuzenzela igama kwaba iyonanto ebalulekile kimi.
12/24/2018
84. Inguquko Yomuntu Owileyo
UTong Xin Esifundazweni saseFujian
Ngazalelwa ezindaweni ezingaphandle kwasemadolobheni. Ngazalelwa emndenini wabalimi abazithobile futhi phezu kwalokho umndeni wethu wawumbalwa ngokwesibalo, ngakho sasiqinelwa esikhathini esiningi.
12/21/2018
75. Ekugcineni Sengithokozela Impilo Kancane Njengomuntu
UXiangwang Esifundazweni Sase Sichuan
Ngizizwa ngingosolwe kakhulu enhliziyweni yami sonke isikhathi lapho ngibona amazwi kaNkulunkulu athi: “Isintu esinonya nesihluku! Ubuqili nokusongelana, ukududulana, ukugijimela udumo nokuceba, ukubulalana—kuzophela nini? UNkulunkulu ukhulume amazwi angamakhulu ezinkulungwane, nokho akekho noyedwa oqondayo.
12/14/2018
62. Isizathu Sangempela Sokuba Buthuntu Emsebenzini
UXinyi edolobheni laseXi’an, esiFundazweni saseShaanxi
Ekuvakasheleni kwami amabandla kwakamuva, ngizwe kaningi abaholi nabasebenzi bethi abanye abantu, emva kokuhlanganyela nami, baba ngabalandulayo, ababuthakathaka nabaphelelwe ugqozi lokuqhubeka nokufuna.
11/26/2018
28. Ubunjalo bomuntu omuhle Ngempela
UMoran eLinyi City, eShandong Province
Kusukela ngisewumntwana, bengihlale ngibeka ukubaluleka kokuthi abanye abantu bangibona kanjani nangendlela abangibheka ngayo. Ukuze ngithole udumo kwabanye ngakho konke engikwenzayo, angikaze ngiphikisane namuntu noma ngabe kukhona okuvelayo, ukuze ngivikele ukubhubhisa isithombe esihle abanye abantu abanaso ngami.
11/03/2018
South African Gospel Song “Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho” Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu
bv
South African Gospel Song “Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho” Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu
I
Uyawazi yini umthwalo, umsebenzi nokuthunywa okusehlombe lakho?
Sikuphi isenzakalo esingokomlando wakho wokuthunywa?
Uyoba kanjani ngumphathi omuhle enkathini ezayo?
Ngabe umuzwa wakho wokuphatha uqinile?
Uyomchaza kanjani umphathi wazo zonke izinto?

10/25/2018
Isenzo (8)
Kuningi okwenziwa abantu okuphambene nokuyisono, abakwazi ukuzilawula, futhi ngaleyo ndlela kunesidingo sokubaqondisa ukuze bahambe endleleni efanele; ngamanye amazwi, bayakwazi ukulawula impilo yabo yobuntu nempilo yabo engokomoya, bakwenza kokubili lokhu, futhi asikho isidingo sokubasekela nokubaqondisa njalo.
10/20/2018
Umbono Womsebenzi KaNkulunkulu (3)
Isikhathi sokuqala uNkulunkulu aba yinyama ngaso kwakungokokukhulelwa ngoMoya oNgcwele, futhi kwakuhlobene nomsebenzi ayehlose ukuwenza. Inkathi Yomusa yaqala ngegama likaJesu. Lapho uJesu eqala ukwenza inkonzo Yakhe, UMoya oNgcwele waqala ukufakazela igama likaJesu, futhi igama likaJehova kwakungasakhulunywa ngalo, kunalokho uMoya oNgcwele waqala umsebenzi omusha, kakhulu ngaphansi kwegama likaJesu.
10/02/2018
Ukunqenqeza Kwemidumo Eyisikhombisa – Okuyisiprofetho Sokuthi Ivangeli Lombuso Lizosabalala Ligcwale Umhlaba Wonke
Ngisabalalisa umsebenzi Wami ezizweni. Inkazimulo Yami ikhazimula emhlabeni wonke; intando Yami ikubantu abahlakazeke lapha nalaphaya, bonke beqondiswa yisandla Sami benza umsebenzi engibanike wona.
10/01/2018
Ukwazi Umsebenzi kaNkulunkulu Namhlanje
Ukwazi umsebenzi kaNkulunkulu kulezi zikhathi, esikhathini esiningi, ukwazi ukuthi iyini inkonzo esemqoka kaNkulunkulu osesimweni somuntu ezinsukwini zokugcina, nokuthi uzokwenzani emhlabeni.
7/15/2018
2. Yazi Inhloso Nokubaluleka Kwesigaba Ngasinye Somsebenzi KaNkulunkulu.
(1) Injongo nokubaluleka komsebenzi kaNkulunkulu Enkathini Yomthetho
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, indawo Yakhe engcwele lapho Aye khona. Wawugcina umsebenzi wakhe kubantu bakwa-Israyeli. Ekuqaleni, Akazange asebenze ngaphandle kwakwa-Israyeli; kunalokho, Wakhetha abantu Abathola befanelekile ukuze anciphise ububanzi bomsebenzi Wakhe. Kwa-Israyeli indawo lapho uNkulunkulu adala u-Adamu no-Eva, futhi othulini lwaleyo ndawo, uJehova wenza umuntu; isizinda somsebenzi Wakhe emhlabeni. Abakwa-Israyeli, ababeyinzalo kaNowa no-Adamu, babeyisisekelo somsebenzi kaJehova emhlabeni.

7/06/2018
Christian Movie clip (4) - Obeying the Ruling Regime Is Not the Same as Obeying GodChristian Documentary Movie | Chronicles of Religious Persecution in China
6/25/2018
Uthando LukaNkulunkulu Lwalunami Ejele Elimnyama LikaDeveli
UYang Yi, Esifundazweni saseJiangsu
NgingumKristu weBandla likaNkulunkulu uSomandla. Sengibe umlandeli kaNkulunkulu uSomandla iminyaka engaphezu kweyishumi. Phakathi nalesi sikhathi, into eyodwa engingakaze ngiyikhohlwe usizi olwesabekayo lapho ngiboshwa amaphoyisa e-CCP eminyakeni eyishumi edlule. Ngaleso sikhathi, ngaphandle kokuhlushwa kwami nokunyathelwa dimoniamadimoni amabi, kanye nokucishe ngife izikhathi eziningi, uNkulunkulu uSomandla wasebenzisa isandla Sakhe esinamandla ukungiqondisa nokungivikela, ukuba angibuyisele ekuphileni, nokuthi angibuyisele ekulondekeni…. Ngalokhu, ngabona ngempela ukuphakama nobukhulu bamandla okuphila kaNkulunkulu, futhi ngazuza umcebo wokuphila okuyigugu uNkulunkulu angiphe khona.
6/21/2018
1 Ukweduka kanye Nokuthola Indlela
UXiaobing Wasedolobheni laseXuanzhou, Esifundazweni sase-Anhui
“Into oyijabulelalayo namauhla yiyo kanye eyonakalisa ikusasa lakho, kanti ubuhlungu obuzwayo namuhla yibo kanye obukuvikelayo. Kufanele ukwazi lokho ukuze ungangeni esilingweni futhi ugweme ukungena enkungwini ethe ngci esitha ilanga.” Njalo uma ngicula leli culo lezwi likaNkulunkulu elithi “Ukujabulelala Ukunethezeka Okungokwenyama Kuzokonakalisa Ikusasa Lakho,” Ngicabanga ngezikhathi lapho ngavivinya futhi ngakhaphela khona uNkulunkulu, futhi ngizwa ukuzisola okungapheli kanye nokubonga okumangalisayo.
6/14/2018
Isahluko 8.Ukuqonda Imvelo Nokwenza Iqiniso
1. Abantu Abayiqondi Kahle Imvelo Yabo
Okwamanje niyazi nje ngobunye ubunzima benu, niyakwazi ukukhohlakala okuvame ukwenzeka kalula, nokuthi yiziphi izinto okulula kini ukuzenza; nokho, into enzima kunazo zonke ukukwazi ukuzilawula nina. Anazi ukuthi nizokwenza nini okuthile noma yiziphi izinto ezibucayi enizozenza. Kungenzeka ukuthi kunento ethile obucabanga ukuthi ngeke wayenza, kodwa ngesikhathi esithile noma endaweni ethile lokho kwenzeka; uyenzile ngempela futhi wayisho. Lezi zinto ezingalindelekile ziyizinto abantu abangakwazi ukuzilawula; kungenzeka kanjani lokhu? Kungenxa yokuthi abantu ezikhathini zamanje abasiqondi ngokuphele isiqu semvelo yabo; abayiqondi ngempela noma abasiqapheli isiqu sabo ngokujulile ngezindlela eziningi ezinkulu; ngakho ukwenza iqiniso kuyinto ekhandla kakhulu kubo.

Isahluko 41. Indlela Yokwazi Imvelo Yomuntu
Yiziphi izinto eziyimvelo yomuntu? Wazi kuphela ngokonakala, ukungalaleli, amaphutha, ukungapheleli, imicabango, nezinhloso zomuntu, kodwa awukwazi ukuthola izingxenye ezingaphakathi zemvelo yomuntu – wazi kuphela ingxenye engaphandle, kodwa awukwazi ukuthola umsuka wayo. Abanye baze ngisho bacabange lezi zinto ezingaphandle njengemvelo yomuntu, bethi “Bheka, ngiyayiqonda imvelo yomuntu; ngiyakubona ukuzidla kwami. Akuyona imvelo yomuntu leyo?” Akwanele ukukuvuma ngokwemfundiso kuphela. Ukuzidla yinto eyimvelo yomuntu, futhi lokho kuyiqiniso.
3/16/2018
Umsebenzi Ngenkathi Yomthetho
Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, indawo Yakhe engcwele lapho Aye khona. Wawugcina umsebenzi wakhe kubantu bakwa-Israyeli. Ekuqaleni, Akazange asebenze ngaphandle kwakwa-Israyeli; kunalokho, Wakhetha abantu Abathola befanelekile ukuze anciphise ububanzi bomsebenzi Wakhe. Kwa-Israyeli indawo lapho uNkulunkulu adala u-Adamu no-Eva, futhi othulini lwaleyo ndawo, uJehova wenza umuntu; isizinda somsebenzi Wakhe emhlabeni. Abakwa-Israyeli, ababeyinzalo kaNowa no-Adamu, babeyisisekelo somsebenzi kaJehova emhlabeni.
3/11/2018
"Impilo Yethu Ayilona Ize" (A Cappella) - Best Christian Music Video
I
Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.
Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.
Simazile uNkulunkulu esenyameni, engokoqobo engowempela.
Siwubonile umsebenzi wakhe, umkhulu futhi umangalisa.
Usuku nosuku empilweni yethu aluyilo ize.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
Ake sifunde isiqephu sesibili saseBhayibhelini: “Futhi uNkulunkulu wathi, Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, futhi awuhlukanise amanz...