Amalebula

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

7/07/2019

South African Gospel Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” (Lyrics Video)




 South African Gospel Song “Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu” (Lyrics Video)

Njengoba sifuna izinyathelo zikaNkulunkulu,
kumele sifune intando Yakhe,
sifune amazwi nokukhuluma Kwakhe.
Ngokuba lapho kunamazwi amasha Akhe,
kunephimbo Lakhe;
lapho kunezinyathelo Zakhe,
kunemisebenzi Yakhe.
Lapho kunokuzwakalisa Kwakhe,
kunokuvela Kwakhe,
futhi lapho kunokuvela Kwakhe,
kuneqiniso, nendlela, nokuphila.

6/05/2019

Isahluko 27

















Namuhla, amazwi kaNkulunkulu asefike esicongweni sawo, okusho ukuthi, ingxenye yesibili yenkathi yokwahlulela isifike ovuthondabeni. Ngalesi sikhathi, iphimbo likaNkulunkulu seliguqukile, alisabhuqi futhi alisancokoli, futhi alisashayi, alisaqalekisi; uNkulunkulu uselithambisile iphimbo lamazwi Akhe. Manje, uNkulunkulu uqala “ukukhumbula ngokukhulayo” umuntu.

5/20/2019

Isenezelo 2: Isahluko 2

Uma abantu bebona uNkulunkulu wangokoqobo, uma empilweni yabo bephila, behamba, futhi behlala noNkulunkulu Uqobo, bakubeka eceleni ukulangazelela obekusezinhliziyweni zabo eminyakeni eminingi kangaka.

4/26/2019

Isahluko 115






















Inhliziyo Yami iyokujabulela kakhulu, ngiyokudansela ngenjabulo, futhi ngiyokunika izibusiso ezingapheli, ngoba ngaphambi kokudala wavela Kimi, futhi namuhla kufanele ubuyele eceleni Kwami, ngoba awuyena owomhlaba noma owezwe kodwa, kunalokho, ungoWami.

4/21/2019

Isahluko 111

Zonke izizwe ziyobusiswa ngenxa yakho; bonke abantu bayongincoma futhi bangidumise ngenxa yakho. Umbuso Wami uyochuma futhi ukhule, futhi uyohlala phakade. Akekho oyovunyelwa ukuwunyathela futhi akukho okungahambisani Nami okuyovunyelwa ukuba kube khona, ngoba nginguNkulunkulu uqobo Lwakhe onobukhosi futhi ongacasuleki.

4/20/2019

Isahluko 110

Lapho konke sekwambulwe kuyoba lapho ngiphumula khona, futhi ngaphezu kwalokho, kuyoba yisikhathi lapho konke kuhlelekile khona. Ngenza umsebenzi Wami Ngokwami. Ngihlela konke futhi ngilungiselele konke Ngokwami.

4/18/2019

Isahluko 108

Ngaphakathi Kimi, bonke bangathola ukuphumula futhi bonke bangakhululwa. Labo abangaphandle Kwami abakwazi ukuthola inkululeko nenjabulo ngoba uMoya Wami awukho kulaba bantu.

4/15/2019

Isahluko 105

Ngenxa yezimiso zamazwi Ami, ngenxa yendlela yomsebenzi Wami, abantu bayangiphika; lokhu kuyinhloso yokukhuluma Kwami isikhathi eside kangaka (kukhulunywa mayelana nayo yonke inzalo kadrako omkhulu obomvu).

4/05/2019

Isahluko 96

Ngizosola wonke umuntu ozalwa Yimi ongakangazi ukuze ngikhombise lonke ulaka Lwami, ngikhombise amandla Ami amakhulu, futhi ngikhombise ukuhlakanipha Kwami okugcwele.

4/04/2019

Isahluko 95

Abantu bacabanga ukuthi konke kulula ngokwedlulele, lapho empeleni lokhu kungenjalo. Phakathi kwakho konke kuqukethwe izimfihlakalo ezifihliwe, kanye nokuhlakanipha Kwami namalungiselelo Ami.

4/01/2019

Isahluko 93

Amaqiniso afezwa phambi kwamehlo omuntu futhi zonke izinto zifeziwe. Umsebenzi Wami uyashesha, uphakamela phezulu njengerokhethi edutshuliwe, obekungalindelwe muntu. Niyokwazi ukuqonda umqondo wamazwi Ami kuphela emva kokwenzeka kwezinto.

3/23/2019

Isahluko 84

Ngenxa yokuntula kwakhe ulwazi Ngami, umuntu uphazamise ukuphatha Kwami futhi wenzela phansi izinhlelo Zami izikhathi ezingabalwa, kodwa akazange akwazi ukuphazamisa izinyathelo Zami eziya phambii.

3/19/2019

Isahluko 80

Konke kudinga ukukhuluma Nami kwangempela ukuze kukhanyiselwe futhi kukhanyiswe; ngaphezu kwalokho, kungalokhu kuphela lapho umoya ungaba nokuthula khona. Kungenjalo, ngeke kube nokuthula.

3/04/2019

Isahluko 69

Lapho intando Yami iya phambili, noma ngubani olokotha amelane nayo futhi noma ngubani olokotha ahlulele noma angabaze, ngiyomxosha ngokushesha.

2/07/2019

Isahluko 47

Nkulunkulu uSomandla wokulunga—Onamandla Onke! Kuwe ngokuqinisekile akukho okufihliwe. Leyo naleyo mfihlakalo kusuka endulo kuze kube phakade, abantu abangakaze bayambule, Kuwe iyavezwa futhi icace ngokuphelele.

1/18/2019

UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha

I 

Umsebenzi kaNkulunkulu wenziwa nguNkulunkulu uqobo Lwakhe.

Nguye oqala umsebenzi Wakhe, futhi Nguye owuphethayo.

Nguye ohlela umsebenzi.

Nguye owuphathayo, ngaphezu kwalokho afikise umsebenzi ekuphumeleleni.

11/28/2018

South African Gospel Music 2018 "Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu"




South African Gospel Music 2018 "Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu"

Yini eyadala ukuphakama koMbuso wamaNgisi owake wanedumela? Futhi yini eyaholela ekuweni kwawo? Buka isiqephu sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu ukuze uthole okwengeziwe ngeqhaza elibalulekile uMbuso wamaNgisi owalibamba ekuthuthukeni kwesintu.

3/01/2018

Umuntu Angasindiswa Kuphela Ekuphatheni KukaNkulunkulu

insindiso,uhlelo lukankulunkulu,





















Wonke umuntu ubona sengathi ukuphatha kukaNkulunkulu kuyinto engajwayelekile ngoba abantu bacabanga ukuthi ukuphatha kukaNkulunkulu akuhlangene nomuntu. Bacabanga ukuthi lokhu kuphatha kungumsebenzi kaNkulunkulu yedwa, indaba kaNkulunkulu uqobo, ngakho isintu asikhathali ngokuphatha kukaNkulunkulu.

1/19/2018

Kumele Wazi Ukuthi Bonke Abantu Bathuthuke Kanjani Kuze Kufike Esikhathini Samanje

unkulunkulu uthando,uhlelo lukankulunkulu,uJesu,





















Wonke umsebenzi kule minyaka eyizi-6,000 uye ngokushintsha kancane kancane ngokuhambisana nesikhathi. Ushintsho kulo msebenzi lwenzeke ngokuhambisana nesimo somhlaba wonke. Umsebenzi kaNkulunkulu wokuphatha uguquke kancane kancane ngokulandela ukushintsha kwemikhuba yabantu bebonke; hhayi ukuthi kwakuhlelwe ekuqaleni kokudala.

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...