UNkulunkulu oyedwa wangempela ophethe zonke izinto emhlabeni nasezulwini—uKristu onamandla onke! Lobu ngubufakazi boMoya oNgcwele, ubufakazi obungenakuphikiswa! UMoya oNgcwele usebenza ukufakaza yonke indawo, ukuze kungabikho muntu onokungabaza. INkosi enqobile, uNkulunkulu uSomandla! Unqobe umhlaba, unqobe isono futhi wafeza ukuhlenga! Uyasisindisa, thina qembu labantu abakhohlakaliswe nguSathane, futhi uyasiphelelisa ukuze senze intando Yakhe. Ubusa phezu komhlaba wonke, uyawubuyisa bese exosha uSathane amphonse emgodini ongenamkhawulo. Wahlulela umhlaba, futhi akekho ongaphunyuka ezandleni Zakhe. Ubusa njengeNkosi.
Umhlaba wonke uyathokoza! Udumisa iNkosi enqobayo—uNkulunkulu uSomandla! Phakade naphakade! Ufanele ukuhlonishwa nokudunyiswa. Igunya nenkazimulo akube seNkosini enkulu yezulu nomhlaba!
Isikhathi sifushane, landela izinyathelo zikaNkulunkulu uSomandla futhi uqhubekele phambili. Hamba ngokuqaphela okukhulu, cabangela umthwalo Wakhe futhi uzikhandle ngenxa yohlelo Lwakhe lokuphatha ekuhambisaneni ngobunye Naye. Akufanele ugcine izinto zakho, futhi asisiningi isikhathi. Zinikele! Ungazigcini! Zinikele! Ungazigcini!
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Amalebula
1/15/2019
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
I Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha, banjengezingelosi eziza emhlabeni. ...
-
UXiangwang Esifundazweni Sase Sichuan Ngizizwa ngingosolwe kakhulu enhliziyweni yami sonke isikhathi lapho ngibona amazwi kaNkulunkulu a...
Awekho amazwana:
Thumela amazwana