Amalebula

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula inkazimulo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula inkazimulo. Bonisa konke okuthunyelwe

2/15/2019

Isahluko 52

Ngivela njengeLanga lokulunga futhi nina kanye Nami sihlanganyela sindawonye inkazimulo nezibusiso ezinhle, kuze kube phakade naphakade! Lokhu kuyiqiniso ngokuphelele, futhi sekuqalile kakade ukugcwaliseka kini.

2/12/2019

UNkulunkulu USomandla, UNkulunkulu Wangempela Okhazimulayo

1. Ezandleni Zakhe, uNkulunkulu uphethe izinkanyezi eziyisikhombisa.

Uphethe oMoya abayisikhombisa, unamehlo ayisikhombisa,

uvula izimpawu eziyisikhombisa avule umqulu.

Uphethe izinhlupho eziyisikhombisa futhi uphethe izitsha eziyisikhombisa.

12/03/2018

South African Gospel Music 2018 “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga” (Zulu Dubbed)




South African Gospel Music 2018 “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga” (Zulu Dubbed)

I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.

11/11/2018

South African Gospel Music “Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba”



South African Gospel Music “Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba”

I
UNkulunkulu ubheka phansi abuke zonke izinto ephezulu, futhi ubusa phezu kwakho konke ephezulu.
Ngendlela efanayo, uthumele insindiso Yakhe emhlabeni.
Asikho isikhathi uNkulunkulu asuke engabhekile ngaso, esendaweni Yakhe efihlakele, konke ukunyakaza kwabantu, konke abakushoyo nabakwenzayo.
Isintu kuNkulunkulu siyincwadi evuliwe: Uyababona futhi uyabazi ngabanye ngabanye.

10/11/2018

Inkulumo Emfishane Mayelana “Nombuso Weminyaka Eyinkulungwane Osufikile”

Uwubona kanjani umbono woMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Abanye abantu bacabanga kakhulu ngawo, futhi bathi uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane uyoba khona iminyaka eyinkulungwane emhlabeni, ngakho uma amalungu amadala kunamanye ebandleni engashadile, ingabe kufanele ashade?

9/24/2018

South African Gospel Music| Ukugiya kwesi Latin “Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu” - Indumiso Egcwele



South African Gospel Music| Ukugiya kwesi Latin “Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu” - Indumiso Egcwele

I
Umsebenzi kaNkulunkulu omkhulu ushintsha ngokushesha okukhulu, kunzima ukuwuqonda, uyabathonya abantu.
Bheka eduze kwakho, akusafani nasekuqaleni, yonke into yinhle futhi yintsha.
Yonke into ivuselelwe, konke kwenziwe kabusha, konke kwenziwe kwaba msulwa.

9/21/2018

South African Gospel Music “uNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga” (Zulu)




South Africa gospel music dance “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga” Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu (Zulu)

I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.

3/08/2018

Umsebenzi Ngenkathi Yomthetho

      Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, indawo Yakhe engcwele lapho Aye khona. Wawugcina umsebenzi wakhe kubantu bakwa-Israyeli. Ekuqaleni, Akazange asebenze ngaphandle kwakwa-Israyeli; kunalokho, Wakhetha abantu Abathola befanelekile ukuze anciphise ububanzi bomsebenzi Wakhe. Kwa-Israyeli indawo lapho uNkulunkulu adala u-Adamu no-Eva, futhi othulini lwaleyo ndawo, uJehova wenza umuntu; isizinda somsebenzi Wakhe emhlabeni. Abakwa-Israyeli, ababeyinzalo kaNowa no-Adamu, babeyisisekelo somsebenzi kaJehova emhlabeni.

2/14/2018

Umlando Wokuhlushwa Ngenxa Yenkolo eChina Insumansumane Ebuhlungu Yamakh...


Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseChina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo. Libophe futhi labulala amaKristu ngokuzimisela okukhulu, laxosha futhi lahlukumeza amamishinari asebenza eChina, lashaqa futhi lashisa inqwaba yamakhophi eBhayibheli, lavala futhi lacekela phansi amasonto, futhi ngaphandle kwempumelelo lazama ukuqeda onke amandla akhonzela ezindlini.

1/18/2018

Kushoni Ukuba Umuntu Woqobo

     zabafileyo. Amakhona apholile namnyama agcwele uquqaba lwamademoni azulayo efuna ukuhlala kuwo. Esikhathini sonke sabantu amademoni azulayo ayafika ahambe. Inzalo yezilwane eziningi ezihaqwe ukungcola ziyalwa ngokubambisana, kumshikashika ononya, umsindo wazo ovusa uvalo enhliziyweni. Ezikhathini ezinjalo, emhlabeni onjalo, “nepharadesi lasemhlabeni” elinjalo, uya kuphi umuntu ukuyofuna izibusiso zempilo? Uya kuphi ukuyofuna ukuphela kwempilo? Abantu kade benyathelwa ngaphansi kwezinyawo zikaSathane, belingisa umfanekiso kaSathane futhi behlanganiswa nawo.

1/17/2018

4. Ingabe izigaba zontathu zomsebenzi kaNkulunkulu zijula kanjani kancane kancane ukuze abantu basindiswe futhi bapheleliswe?

     Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

     Ukuphatha kukaNkulunkulu kukonke kwahlukaniseke izigaba ezintathu, futhi esigabeni ngasinye, kudingeka okufanele leso sigaba kumuntu. Phezu kwalokho, njengoba kuhamba iminyaka futhi iqhubekela phambili, okudingwa uNkulunkulu kumuntu kuyaphakama kakhulu. Ngakho, esigabeni nesigaba, umsebenzi wokuphatha kukaNkulunkulu ufinyelela esicongweni, umuntu aze abone iqiniso "ngokubonakala Kwezwi enyameni," futhi ngale ndlela okudingeka kumuntu kuphakama kakhulu, futhi okudingeka kumuntu ekufakazeni kuphakama ngaphezu kwalokho. … Phambilini, kwakudingeka ukuthi umuntu ahambisane nomthetho kanye nemiyalelo, futhi kwakudingeka ukuthi abakezele futhi athobeke.

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...