Amalebula

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UJehova. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UJehova. Bonisa konke okuthunyelwe

12/03/2018

South African Gospel Music 2018 “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga” (Zulu Dubbed)




South African Gospel Music 2018 “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga” (Zulu Dubbed)

I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.

10/28/2018

Uma Amaqabunga Awile Ebuyela Ezimpandeni Zawo Uzozisola Ngabo Bonke Ububi Obenzile

Kufanele ukuthi niwubonile umsebenzi engiwenzile phakathi kwenu, nina uqobo niwezwile amazwi engiwakhulumile, futhi niyayazi indlela enginibuka ngayo, ngakho kufanele nazi ukuthi kungani ngenza lo msebenzi kinina.

10/26/2018

Abantu Abakhethiwe eShayina Abakwazi Ukumela Noma Yisiphi Isizwe sakwa-Israyeli

Indlu kaDavide yathola isethembiso sikaJehova, futhi yayingumndeni owathola ifa likaJehova. Kwasekuqaleni kwakungesinye sezizwe zakwa-Israyeli futhi kwakungesalabo bantu ababekhethiwe.

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...