Amalebula
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe
4/14/2019
Isahluko 104
Bonke abantu, izigameko nezinto ezingaphandle Kwami zizodlulela ekubeni yize, lapho bonke abantu, izigameko nezinto eziphakathi Kimi zizozuza konke Kimi futhi zingene enkazimulweni kanye Nami, zingene eNtabeni Yami iSiyoni, indawo Yami yokuhlala, futhi zihlale Nami kuze kube phakade.
2/18/2019
Isahluko 54
Ngazi ibandla ngalinye njengoba ngizazi. Ningacabangi ukuthi angicacelwa noma angiqondi. Ngiqonda futhi ngazi nangaphezulu bonke abantu abehlukahlukene ebandleni ngalinye. Ngizwa umuzwa ophuthumayo wokuthi kufanele ngikuqeqeshe.
3/23/2018
Izwi Lamashumi Amathathu Nesithupha
Konke kuhlelwa yisandla Sami. Ngubani onesibindi sokwenza njengokuthanda kwakhe? Ngubani ongakuguqula kalula? Abantu bazintantela emoyeni, behamba nothuli njengokuhamba kwalo, ubuso babo bungcolile, bubenza babe babi kusukela ekhanda kuya ozwaneni. Ngibuka ngisemafini ngenhliziyo esindayo: Kungani umuntu, obephuphuma umfutho, eguqukile ekubeni nje? Kungani-ke engakunakile lokhu, elukhuni futhi ngakho? Kungani “ezidedela ahambe” bese ezivumela ukuthi embozwe ukungcola? Lokho kungukungabi naluthando kwakhe nokungazihloniphi yena uqobo.
2/18/2018
Izwi Lamashumi Amabili Nane
Ukusola Kwami kuza phezu kwabo bonke abantu, kodwa kubuye kuhlale kukude nabo bonke abantu. Yonke impilo yomuntu ngamunye igcwele uthando nenzondo ebhekiswe Kimi, futhi akekho oke wangazi - ngakho Kimi indlela umuntu aziphatha ngayo iyashintshashintsha, futhi ayikwazi ukuba sesimweni esijwayelekile. Selokhu nginakekela ngivikela umuntu kungenxa nje yobuwula bakhe ukuthi angakwazi ukubona zonke izenzo Zami nokuqonda izinhloso Zami ezinentshisekelo. Ngingophambili kuwo wonke amazwe, noPhezulu kunabo bonke abantu; kwenziwa nje ukuthi umuntu akangazi.
2/08/2018
UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele VIII
UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Kwazo Zonke Izinto (II)
Masiqhubekeni nesihloko sengxoxo sangesikhathi esidlule. Ningasikhumbula isihloko esasikhulume ngaso ngesikhathi esidlule? (UNkulunkulu ungumthombo wokuphila kwazo zonke izinto.) Isihloko esithi “uNkulunkulu ungumthombo wokuphila kwazo zonke izinto,” ingabe sizwakala sikude nani? Ukhona ongangitshela iphuzu elisemqoka lalesi sihloko esikhulume ngaso ngesikhathi esidlule? (Ngokudala kukaNkulunkulu zonke izinto, ngiyabona ukuthi uNkulunkulu unakekela zonke izinto futhi anakekele nesintu.
2/07/2018
2/02/2018
1/23/2018
Ubuqu BukaKristu Ukuthobela Intando KaBaba Osezulwini
Ubuqu bukaNkulunkulu obusemzimbeni womuntu kuthiwa nguKristu, kanti uKristu uyinyama efakwe uMoya kaNkulunkulu. Le nyama ayifani nomuntu oyinyama. Lo mehluko wenziwa ukuthi uKristu akayena owenyama negazi kodwa unikwe inyama kaMoya.
Amalebula:
IBandla likaNkulunkulu uSomandla,
insindiso,
ivangeli,
IZINCWADI,
uJesu,
ukuhlakanipha,
UNkulunkulu,
UNkulunkulu uSomandla,
Unyazi Lwasempumalanga
Indawo:
南非
Ukubuyisela Impilo Ejwayelekile Yomuntu Nokumhambisa Endaweni Okuphokophelwe Kuyo Emangalisayo
Umuntu uyaqonda kancane ngomsebenzi wanamuhla nomsebenzi wangesikhathi esizayo, kodwa akaqondi ekupheleni lapho isintu sizongena khona. Njengesidalwa umuntu kufanele enze umsebenzi wesidalwa: Umuntu kufanele alandele uNkulunkulu kunoma yini Ayenzayo, futhi kufanele wenze nganoma iyiphi indlela eNgikutshela ngayo.
Amalebula:
IBandla likaNkulunkulu uSomandla,
insindiso,
ivangeli,
IZINCWADI,
uJesu,
ukuhlakanipha,
UNkulunkulu,
UNkulunkulu uSomandla,
Unyazi Lwasempumalanga
Indawo:
南非
1/22/2018
Umsebenzi KaNkulunkulu Kanye Nomsebenzi Womuntu
Phakathi komsebenzi owenziwa umuntu mungakanani umsebenzi kaMoya Oyingcwele futhi kungakanani okuphathelene nalokho umuntu asuka esedlule kukho? Ngisho kumanje, kungathiwa abantu abakayiqondi le mibuzo, imbangela wukuthi abantu abayiqondi imiyalo uMoya Oyingcwele osebenza ngayo.
Amalebula:
IBandla likaNkulunkulu uSomandla,
insindiso,
ivangeli,
IZINCWADI,
uJesu,
ukuhlakanipha,
UNkulunkulu,
UNkulunkulu uSomandla,
Unyazi Lwasempumalanga
Indawo:
南非
1/21/2018
Umehluko Phakathi Komsebenzi KaNkulunkulu Ongumuntu kanye Nomsebenzi Womuntu
Kumele ufinyelele ekwazini umbono womsebenzi kaNkulunkulu futhi ubambe indlela ejwayelekile umsebenzi Wakhe ohamba ngayo. Lokhu wukungena ngendlela elungile.
Amalebula:
IBandla likaNkulunkulu uSomandla,
insindiso,
ivangeli,
IZINCWADI,
uJesu,
ukuhlakanipha,
UNkulunkulu,
UNkulunkulu uSomandla,
Unyazi Lwasempumalanga
Indawo:
南非
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
Ake sifunde isiqephu sesibili saseBhayibhelini: “Futhi uNkulunkulu wathi, Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, futhi awuhlukanise amanz...






