Amalebula
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula intando kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula intando kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
7/19/2019
Izahluko 44 no-45
Kusukela uNkulunkulu atshela umuntu “ngothando lukaNkulunkulu”—okuyisifundo esijule kunazo zonke—uye wanamathela ekukhulumeni ngalesi sihloko emazwini athi “amazwi kaMoya ophindwe kasikhombisa,” enza abantu ukuthi bonke bazame ukwazi ngokungabi nalutho kwempilo yomuntu, ngalokho ekhipha uthando lweqiniso ngaphakathi kubo.
7/10/2019
Isahluko 39
Masedlulele ngale kwamazwi kaNkulunkulu sikhulume kancane ngezindaba ezimayelana nezimpilo zethu ukuze izimpilo zethu ziqhakaze, siphile ngokwethemba uNkulunkulu analo ngathi. Ikakhulu, ngokufika kwenamuhla—isikhathi sokuthi ngakunye kuhlelwe ngohlobo nangokusola—kunesidingo esikhulu sokugxila kokubalulekile nokugxila “kokuthandwa yiningi.”
7/01/2019
Isahluko 36
Kuyashiwo ukuthi uNkulunkulu uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu.
6/20/2019
South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” (Lyrics Video)
South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” (Lyrics Video)
I
Kusuka ekuqaleni kuze kube namuhla,
yisintu kuphela esibe nendlela
yokukhuluma noNkulunkulu, sixoxe noNkulunkulu.
Phakathi kwazo zonke izidalwa, zonke izinto eziphilayo,
yisintu kuphela esimazwi aso angaletha
futhi akhulume noNkulunkulu, axoxe noNkulunkulu.
2/01/2019
Isahluko 42
Yeka ukuthi zinkulu kangakani izenzo zikaNkulunkulu uSomandla! Zibabazeka kakhulu! Ziyamangalisa! Amacilongo ayisikhombisa ayakhala, imidumo eyisikhombisa iyathunyelwa, izitsha eziyisikhombisa ziyathululwa—lokhu kuyovezwa obala ngokushesha futhi akunakuba nokungabaza.
4/27/2018
Yimuphi Umqondo Okumele Abakholwayo Bawubambe
Ngabe yini le esiyamukelwe umuntu kusukela aqala ukukholwa kuNkulunkulu? Bewazini ngoNkulunkulu? Ngabe sewuguquke kangakanani njengoba sewukholwa kuNkulunkulu? Manje nonke seniyazi ukuthi ukukholwa komuntu kuNkulunkulu akwenzelwa ukusindiswa komphefumulo kuphela kanye nokunakekelwa kwenyama, noma ukuthi anothise impilo yakhe ngothando lukaNkulunkulu, njalo njalo.
4/24/2018
Imiyalelo Eyishumi Yokuphatha Okufanele Ilalelwe Abantu Abakhethiweyo bakaNkulunkulu ENkathini Yombuso
1. Umuntu akumele azenze mkhulu, noma aziphakamise. Kumele akhonze futhi aphakamise uNkulunkulu.
2. Kumele wenze noma yini eyinzuzo emsebenzini kaNkulunkulu, futhi ungenzi lutho oluzolimaza izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu. Kumele uvikele igama likaNkulunkulu, ubufakazi bukaNkulunkulu, nomsebenzi kaNkulunkulu.
2. Kumele wenze noma yini eyinzuzo emsebenzini kaNkulunkulu, futhi ungenzi lutho oluzolimaza izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu. Kumele uvikele igama likaNkulunkulu, ubufakazi bukaNkulunkulu, nomsebenzi kaNkulunkulu.
1/10/2018
Umehluko Obalulekile Phakathi KukaNkulunkulu Ongumuntu Kanye Nabantu Abasetshenziswa UNkulunkulu
Iminyaka eminingi uMoya kaNkulunkulu ubefuna ngokungaphezi njengoba esebenza emhlabeni. Ezinkathini eziningi uNkulunkulu usesebenzise abantu abaningi kakhulu ukwenza umsebenzi Wakhe.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
I Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha, banjengezingelosi eziza emhlabeni. ...
-
South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Choral Documentary (Zulu Subtitles) Ngaso sonke isi...

