Amalebula
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula unkulunkulu uthando. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula unkulunkulu uthando. Bonisa konke okuthunyelwe
6/20/2019
South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” (Lyrics Video)
South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” (Lyrics Video)
I
Kusuka ekuqaleni kuze kube namuhla,
yisintu kuphela esibe nendlela
yokukhuluma noNkulunkulu, sixoxe noNkulunkulu.
Phakathi kwazo zonke izidalwa, zonke izinto eziphilayo,
yisintu kuphela esimazwi aso angaletha
futhi akhulume noNkulunkulu, axoxe noNkulunkulu.
3/11/2019
Isahluko 74
Babusisiwe labo abafunde izwi Lami base bekholwa ukuthi lizofezeka—ngeke ngikuphathe kabi, kodwa ngiyokwenza lokho okholwa ukuthi kugcwaliseke kuwe. Lesi yisibusiso Sami esiza kuwe. Izwi Lami lishaya izimfihlo ezifihlwe kuwo wonke umuntu.
12/17/2018
66. Ubambiswano Lweqiniso
UFang Li edolobheni lase-Anyang, esiFundazweni saseHenan
Kamuva nje ngangicabanga ukuthi ngangingene ebudlelwaneni obunokubambisana. Mina nomlingani engangisebenza naye sasikwazi ukukhuluma nganoma yini, kwesinye isikhathi ngangiye ngimcele ukuba angitshele izinto engangisasilele kuzona, futhi sasingakaze sixabane, ngakho ngangicabanga ukuthi sasifinyelele ebudlelwaneni obunokuzwana. Kodwa njengoba amaqiniso ayevezile, ubudlelwane obunobambiswano kwakungeyona le nto engangiyicabanga.
12/04/2018
South African Gospel Music 2018 “Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South African Gospel Music 2018 “Uphawu Lwesimo SikaNkulunkulu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Isimo sikaNkulunkulu sihlanganisa uthando Lwakhe nokududuza Kwakhe isintu,
sihlanganisa ukuzonda Kwakhe nokuqonda Kwakhe ngokugcwele isintu.
Isimo sikaNkulunkulu,
isimo sikaNkulunkulu siyinto uMbusi wazo zonke izinto eziphilayo
noma iNkosi yayo yonke indalo enayo.
Isimo sikaNkulunkulu
simele ukuhlonipheka, amandla, nesithunzi,
simele ubukhulu nokuphakama.
11/21/2018
South African Gospel Music 2018 "UNkulunkulu Unikeza Umthetho"
South African Gospel Music 2018 "UNkulunkulu Unikeza Umthetho"
Emuva kokuba uMose ehole ama-Israyeli aphuma eGibhithe, uNkulunkulu wamemezela imithetho nemiyalelo, eyaqondisa impilo yama-Israyeli emhlabeni futhi yafundisa abantu indlela yokukhonza uNkulunkulu.
11/19/2018
South African Gospel Music 2018 "Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo"
South African Gospel Music 2018 "Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo"
Lapho ubuka isiqephu esimangalisayo sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukubhubhisa KukaNkulunkulu Umhlaba Ngozamcolo, uzothola isimo sikaNkulunkulu esingcwele esinokulunga nokunakekela nobubele Bakhe esintwini, futhi uzothola indlela eya ensindisweni kaNkulunkulu phakathi kwezinhlekelele.
11/18/2018
South African Gospel Music 2018 "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"
South African Gospel Music 2018 "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"
Isithombe esidwetshwe eBhayibhelini "Umyalelo kaNkulunkulu ku-Adam"
sithinta futhi sifudumalise inhliziyo.
Yize isithombe siqukethe uNkulunkulu nomuntu kuphela,
ubudlelwano obuphakathi kwalaba bobabili busondelene kakhulu
siqala ukufikelwa ukumangala, ukumangala nothando.
11/09/2018
South African Gospel Music 2018 “Ukunamathela KuNkulunkulu”
South African Gospel Music 2018 “Ukunamathela KuNkulunkulu”
I
UNkulunkulu wangikhetha olwandle olubanzi lwabantu, elungiselela ngokumangalisayo ukuba ngize eceleni Kwakhe.
Amazwi Akhe anomusa afudumalisa inhliziyo yami, ukumemeza Kwakhe okuqinile kwangivusa ephusheni lami.
11/06/2018
South African Gospel Song 2018 "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South African Gospel Song 2018 "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
UNkulunkulu wadala isintu;
noma umuntu ekhohlakalisiwe
noma elandela Yena,
uNkulunkulu uphatha isintu njengalabo abazisayo,
noma njengoba umuntu engasho, njengesihlobo Sakhe esithandeka kakhulu.
Isintu asiyona into yokudlala Kuye.
4/24/2018
Umsebenzi KaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe I
Namuhla sidlulisa isihloko esibalulekile. Lesi sihloko bekulokhu kukhulunywa ngawo kusukela ekuqaleni komsebenzi kaNkulunkulu kuze kube manje, futhi sibaluleke kakhulu kuwo wonke umuntu. Ngamanye amazwi, lena indaba wonke umuntu ayohlangana nayo kuso sonke isigaba sokukhonza kwakhe uNkulunkulu futhi indaba okumele kukhulunywe ngayo.
2/02/2018
Umuntu Angasindiswa Kuphela Ekuphatheni KukaNkulunkulu
Wonke umuntu ubona sengathi ukuphatha kukaNkulunkulu kuyinto engajwayelekile ngoba abantu bacabanga ukuthi ukuphatha kukaNkulunkulu akuhlangene nomuntu. Bacabanga ukuthi lokhu kuphatha kungumsebenzi kaNkulunkulu yedwa, indaba kaNkulunkulu uqobo, ngakho isintu asikhathali ngokuphatha kukaNkulunkulu.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
I Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha, banjengezingelosi eziza emhlabeni. ...
-
South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Choral Documentary (Zulu Subtitles) Ngaso sonke isi...


