Amalebula
6/20/2019
South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” (Lyrics Video)
South African Gospel Song | “UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu” (Lyrics Video)
I
Kusuka ekuqaleni kuze kube namuhla,
yisintu kuphela esibe nendlela
yokukhuluma noNkulunkulu, sixoxe noNkulunkulu.
Phakathi kwazo zonke izidalwa, zonke izinto eziphilayo,
yisintu kuphela esimazwi aso angaletha
futhi akhulume noNkulunkulu, axoxe noNkulunkulu.
Kusukela kwaqala ukuphatha Kwakhe,
uNkulunkulu ubelokhu elinde umnikelo owodwa kuphela—
inhliziyo yomuntu, ukuze ayihlanze futhi ayihlomise,
futhi enze umuntu enelise futhi athandwe nguNkulunkulu,
umuntu enelise futhi athandwe nguNkulunkulu.
II
Ngezindlebe zokulalela namehlo abonayo,
imiqondo nolimi, intando ekhululekile,
umuntu angezwa uNkulunkulu, angahamba noNkulunkulu.
Angayazi intando kaNkulunkulu, amukele umsebenzi Wakhe.
Futhi uNkulunkulu ufisa umuntu, ufuna umuntu
ozoba ngumngane Wakhe onomqondo ofana nowakhe ozohamba Naye.
Kusukela kwaqala ukuphatha Kwakhe,
uNkulunkulu ubelokhu elinde umnikelo owodwa kuphela—
inhliziyo yomuntu, ukuze ayihlanze futhi ayihlomise,
futhi enze umuntu enelise futhi athandwe nguNkulunkulu,
umuntu enelise futhi athandwe nguNkulunkulu.
O uNkulunkulu angenza umuntu othandwa Nguye,
agweme ububi ahloniphe Yena.
Iyona yodwa into Ayilindele selokhu kwathi nhlo.
kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
Okokuqala, ake sihube ingoma: Iculo Lombuso (I) Umbuso Wehlele Emhlabeni Kukhala izinsimbi: Abantu bahalalisela uNkulunk...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
Namuhla sidlulisa isihloko esibalulekile. Lesi sihloko bekulokhu kukhulunywa ngawo kusukela ekuqaleni komsebenzi kaN...
Awekho amazwana:
Thumela amazwana