Amalebula
10/01/2018
South African Gospel Song “Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo”
South African Gospel Song “Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
UMoya kaNkulunkulu uphethe igunya phezu kwayo yonke into.
Inyama Yakhe nengqikithi Yakhe, amandla kusafana.
UNkulunkulu osenyameni usengenza imisebenzi Yakhe eminingi okufanele ayenze.<
Wenza nje intando kaYise.
Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.
UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
II
Kuyinto engafanele neze iphushwe noma ifezwe yinoma yimuphi umuntu.
UNkulunkulu ukhona, uyigunya, kodwa inyama Yakhe ingalithobela.
Lokhu kuyincazelo yangempela yokuthi “uKristu ulalela intando kaBaba.”
Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.
UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
III
UNkulunkulu ngeke awuphazamise umsebenzi Wakhe, noma aphikisane nawo.
Umsebenzi kaMoya nowenyama iyefana.
Igcwalisa intando efanayo nomsebenzi ofanayo.
Phezu kwezici ezehlukene, izingqikithi zayo ziyefana.
Kokubili kunengqikithi nomfanekiso kaNkulunkulu.
Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.
UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni.
UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
Kwethi Izwi Livela Lisenyameni
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
I Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha, banjengezingelosi eziza emhlabeni. ...
-
South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Choral Documentary (Zulu Subtitles) Ngaso sonke isi...
Awekho amazwana:
Thumela amazwana