Amalebula

4/24/2018

MUSICAL DOCUMENTARY THE ONE WHO HOLDS SOVEREIGNTY OVER EVERYTHING Why Do We Live? And Why Do We Have to Die? coming soon to reveal the mysteries of human life


Siphilelani? Futhi Kungani Kufanele Sife?

Kuzo zonke izinkathi, bonke abantu balandele imithetho yokuphila efanayo; kusuka emagameni abo okuqala baze babe mpunga, bachitha izimpilo zabo zonke bephuthuma, ekugcineni baze baphenduke uthuli …

uNkulunkulu uthi: “Labo abafayo bahamba nezindaba zalabo abaphilayo, futhi labo abaphilayo baphinda lowo mlando ofanayo onosizi walabo asebefile. ”
MUSICAL DOCUMENTARY
THE ONE WHO HOLDS SOVEREIGNTY OVER EVERYTHING
coming soon to reveal the mysteries of human life


UnyaziLwaseMpumalangaiBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesuuKrist wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...