Amalebula

1/15/2018

Ingoma Yothando Olumnandi




Ihubo Lalokho Obhekane Nakho Empilweni


I

Ekujuleni kwenhliziyo yami, kukhona uthando lwaKho.

Lumnandi kakhulu, ngisondela Kuwe.

Ukunakekela Wena kwenza kube mnandi enhliziyweni yami;

ukukhonza Wena ngayo yonke ingqondo yami.

Uthando lwaKho luqondisa inhliziyo yami;

ngilandela izinyathelo zaKho zothando.

Ngiya ngapha nangapha ngokwamehlo aKho;

ukubonakaliswa kothando kwenza inhliziyo yami ijabule.

Ukubonakaliswa kothando kwenza inhliziyo yami ijabule.

Manje sengiphila komunye umhlaba,

akekho omunye kodwa Wena unami.

Uyangithanda, ngiyakuthanda;

alukho usizi noma ukudabuka okusikhathazayo.

Alukho usizi noma ukudabuka okusikhathazayo.

Izinkumbulo ezibuhlungu zidlulile.

Izinkumbulo ezibuhlungu zidlulile.

II

Ngikulandela ngothando, ngiseduze kwaKho;

injabulo igwele Kuwe nakimi.

Ngicacelwe yintando yaKho, ngimane ngiyakulalela,

angifisi ukungakulaleli.

Ngizophila phambi kwaKho kunanini ngaphambili,

angeke ngikwazi ukuqhelelana Nawe futhi.

Ngisacabanga ngawe nokunambitha izwi laKho,

ngiyakuthanda lokhu onaKho, lokho oyiKho.

Ngiyakuthanda lokhu onaKho, lokho oyiKho.

Ngifuna Wena ube yimpilo yami.

Ngicela uthathe inhliziyo yami.

Oh! Ngiyakuthanda, Ngiyakuthanda.

Nginqotshwe uthando lwaKho,

nginenhlanhla yokupheleliswa ukuze nganelise inhliziyo Yakho.

Haleluya! Haleluya! Haleluya! Makube udumo kuNkulunkulu!

Haleluya! Haleluya! Haleluya! Makube udumo kuNkulunkulu!

Haleluya! Haleluya! Haleluya! Makube udum

o kuNkulunkulu!

Haleluya! Haleluya! Haleluya! Makube udumo kuNkulunkulu!

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha


Awekho amazwana:

Thumela amazwana

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...