Amalebula

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlanza. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlanza. Bonisa konke okuthunyelwe

2/05/2019

Yilabo Abahlanziwe Kuphela Abayongena Ekuphumuleni

I

Uhlanga lwabantu lwesikhathi esizayo, nakuba luwuzalo luka-Adamu no-Eva,

ngeke lusaphila phansi kokubusa kukaSathane,

kodwa uhlanga lwabasindisiwe, abahlanziwe.

Lesi yisintu esahlulelwe futhi sasolwa, isintu esingcwelisiwe.

12/16/2018

63. Ukulahla Ijoka LikaSathane Kuyakhulula

UMomo edolobheni laseHefei, Esifundazweni sase-Anhui 

Ngaphambi kokuba ngikholwe kuNkulunkulu, noma ngabe ngangenzani, ngangingafuni neze ukusala emuva. Ngangizimisele ukwamukela noma yibuphi ubunzima inqobo nje uma lokho kwakuchaza ukuthi ngiyokwazi ukwedlula wonke umuntu.

12/04/2018

40. Kunenjabulo Enkulu Ekwethembekeni

















UGan’en Edolobheni LaseHefei, Esifundazweni Sase-Anhui 

Empilweni yami, yilokhu ngaphila ngamagama athi, “Umuntu akufanele abe nenhliziyo efuna ukulimaza abanye, kodwa aqaphele ukuze angalimali” ekuhlaleni nabantu. Angilokothi nginikeze ukuthemba kwami ebantwini kalula nje.

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...