Amalebula

12/30/2018

Zulu Christian Song "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha"




Zulu Christian Song "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha"

I
Babusisiwe bonke labo abakwazi ukulalela
amazwi amanje kaMoya oNgcwele.
Kungakhathaleki ukuthi babenjani, noma ukuthi iMoya oNgcwele
wayesebenza kanjani phakathi kwabo,
labo abazuze umsebenzi wakamuva
ngababusiswe kakhulu.
Namuhla, labo abangakwazi ukulandela 
umsebenzi wakamuva bayosuswa.
UNkulunkulu ufuna labo
abangemukela ukukhanya okusha,
nalabo abemukela futhi abazi umsebenzi Wakhe wakamuva.
II
Intombi emsulwa ingafuna,
intombi emsulwa ingafuna
umsebenzi kaMoya oNgcwele;
ingemukela izinto ezintsha,
futhi iyeke imibono emidala,
bese ilalela umsebenzi kaNkulunkulu namuhla, 
ilalele umsebenzi kaNkulunkulu namuhla.
Laba bantu, abemukela umsebenzi omusha kakhulu wanamuhla,
III
bagcotshwa nguNkulunkulu ngaphambi komhlaba, 
futhi bangababusiswe kakhulu.
Uzwa izwi likaNkulunkulu, 
futhi ubona ukubonakala Kwakhe.
Ngakho, kuzo zonke izikhathi nezizukulwane, futhi kulo lonke izulu nomhlaba,
akekho obusiseke kakhulu kunani, leli qembu labantu.

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Awekho amazwana:

Thumela amazwana

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...