Amalebula

1/11/2018

Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu

 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

I
  • Njengoba sifuna izinyathelo zikaNkulunkulu,
  • kumele sifune intando Yakhe,
  • Sifune amazwi nokukhuluma Kwakhe.
  • Ngokuba lapho kunamazwi amasha Akhe,
  • kunephimbo Lakhe;
  • lapho kunezinyathelo Zakhe,
  • kunemisebenzi Yakhe,
  • Lapho kunokuzwakalisa Kwakhe
  • Kunokuvela Kwakhe,
  • Futhi lapho kunokuvela Kwakhe,
  • Kuneqiniso, nendlela, nokuphila.
  • II
  • Nisathungatha izinyathelo zikaNkulunkulu,
  • Nina nonke niyeke amazwi athi, “Unkulunkulu uyiqiniso, indlela, nokuphila.”
  • Uma abantu abaningi bamukela iqiniso,
  • Abakholwa ukuthi bazitholile izinyathelo Zakhe,
  • Abakhombisi nakancane ukuvuma ukuvela Kwakhe.
  • Iphutha elingaka! Iphutha elingaka!
  • Ukuvela kukaNkulunkulu akukwazi ukuhambisana nombono womuntu,
  • Kukancane la UNkulunkulu engavela khona ngoba ecelwe umuntu.
  • Uma enza umsebenzi Wakhe,
  • Ukhetha ngendlela Yakhe, enze izinhlelo Zakhe.
  • Ngaphezu kwalokho, Unezinhloso zaKhe, nezindlela Zakhe,
  • Uma enza umsebenzi Wakhe, akadingi ukubonisana nomuntu ngomsebenzi Wakhe,
  • Efuna iseluleko somuntu, engadingi kwazisa umuntu.
  • Isona simo sikaNkulunkulu lesi,
  • Kufanele wonke umuntu akwazi lokhu.
  • III
  • Uma nifisa ukufakazela ukuvela Kwakhe,
  • Uma nifisa ukulandela izinyathelo Zakhe,
  • Kuqala kufanele nidlule emibonweni yenu.
  • Akufanele niphoqe Yena ukuthi enze lokhu nalokhu,
  • Akufanele nakancane nimvalele ngokwenu
  • Noma nimbophele emicabangweni yenu.
  • Kunalokho, kufanele nibuze ukuthi ningazithungatha kanjani izinyathelo Zakhe,
  • Namukele ukuvela Kwakhe,
  • Nokuthi nizithoba kanjani emsebenzini omusha Wakhe;
  • Ilokho okufanele ngabe kwenziwa ngumuntu.
  • Njengalokho engekho omunye oyiqiniso,
  • Futhi akekho omunye ophethe iqiniso,
  • Umuntu kufanele athungathe, amukele bese eyalalela.

  •  kusuka Ezwini Elivela Lisenyameni
  


Awekho amazwana:

Thumela amazwana

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...