Amalebula

1/03/2018

South African Gospel Song “Qaphelani isiphetho sesintu” | IBandla LikaNkulunkulu USomandla


UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni:
Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe; zinak’isiphetho sesintu; zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele, ophakeme kakhulu ohlonishwayo; zivumele isintu siphile esibusisweni sikaNkulunkulu, njengalokh’isizukulwane sika-Abraham saphil’esibusisweni sikaJehova, njengendalo kaNkulunkulu u-Adamu noEva baphil’engadini yase-Edeni. Umsebenzi kaNkulunkulu unjengamagagasi agubha kakhulu; akekho ongamgcina noma abophe izinyawo Zakhe. Ngokulalel’iphimbo Lakhe Balandele Yena izinyathelo Zakhe zilandeleke nezithembiso Zakhe zamukelwe. Bonke abanye bayobhekana nokubhujiswa bamukel’isijeziso esibafanele. UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni: Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe; ziqaphel’isiphetho sesintu. Qaphelani isiphetho sesintu.

kusuka Ezwini Elivela Lisenyameni

Recommended Websites : IBandla likaNkulunkulu uSomandla Unyazi Iwasempumalanga
UNkulunkulu uSomandla 
More Info About God : ukuphila kwaphakade UMoya oNgcwele


Awekho amazwana:

Thumela amazwana

Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila

Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...