Amalebula
8/16/2019
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kubonakala umhlabathi owomileyo.”
8/13/2019
Ngosuku Lwesibili, Igunya likaNkulunkulu Lihlela Amanzi, Futhi Lenza Utwa, Bese Kuvela Indawo Yokuphila Kwabantu Okuyisisekelo Kakhulu
Ake sifunde isiqephu sesibili saseBhayibhelini: “Futhi uNkulunkulu wathi, Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, futhi awuhlukanise amanzi kwamanye amanzi.
8/10/2019
Ngosuku Lokuqala, Usuku Nobusuku Besintu Buyazalwa Futhi Buma Buqine Ngenxa Yegunya LikaNkulunkulu
Ake sibheke lesi siqephu sokuqala: “Futhi uNkulunkulu wathi, Makube khona ukukhanya: kwase kuba khona ukukhanya. Futhi uNkulunkulu wakubona ukukhanya ukuthi kuhle: Wase uNkulunkulu ehlukanisa ukukhanya nobumnyama.
8/07/2019
Umsuka Nentuthuko YeBandla LikaNkulunkulu USomandla
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophinde ngibuye, futhi nginamukele kimi; ukuze lapho ngikhona, nibe khona nani.”
8/04/2019
Isahluko 29
Ngosuku lapho zonke izinto zavuswa khona, Ngeza phakathi kwabantu, ngachitha izinsuku nobusuku obumnandi nabo. Kulapha kuphela lapho umuntu ezwa kancane ngokufinyeleleka Kwami, futhi njengoba ukuhlangana Kwami nabo sekuvama, ubona okunye kwalokho enginakho nengiyikho—ngalokho, uzuza ulwazi oluthile Ngami. Phakathi kwabo bonke abantu ngiphakamisa ikhanda Lami ngibuke, bese bonke beyangibona.
8/01/2019
Isahluko 26
Ubani oke wahlala ekhaya Lami? Ubani oke wangimela? Ubani oke wahlupheka ngenxa Yami? Ubani oke wenza isithembiso phambi Kwami? Ubani oke wangilandela kwaze kwaba manje kodwa engakashintshi? Kungani bonke abantu bengenandaba futhi bengenazwelo? Kungani abantu bengishiyile? Kungani abantu bekhathala Yimi? Kungani ingekho imfudumalo emhlabeni wabantu? Ngesikhathi ngiseZiyoni, nganambitha imfudumalo esezulwini, futhi ngesikhathi ngiseZiyoni ngajabulela izibusiso ezisezulwini.
7/29/2019
Bantu! Jabulani!
Ekukhanyeni kwaMi, abantu babona ukukhanya futhi. Ezwini laMi, abantu bathola izinto zokujatshulelwa. Sengiqhamukile eMpumalanga futhi Ngisuka khona. Uma inkazimulo yaMi ikhanya, zonke izizwe ziyakhanya, konke kulethwa ekukhanyeni, akusali nokukodwa ebumnyameni.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Ngosuku Lwesithathu, Amazwi KaNkulunkulu Adala Umhlaba Nezilwandle, Negunya LikaNkulunkulu Lenza Umhlaba Uchichime Ngokuphila
Okulandelayo masifunde umusho wokuqala kuGenesise 1:9-11: “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi angaphansi kwezulu mawaqoqeke ndawonye, bese kub...
-
Okokuqala, ake sihube ingoma: Iculo Lombuso (I) Umbuso Wehlele Emhlabeni Kukhala izinsimbi: Abantu bahalalisela uNkulunk...
-
ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “ Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophin...
-
Namuhla sidlulisa isihloko esibalulekile. Lesi sihloko bekulokhu kukhulunywa ngawo kusukela ekuqaleni komsebenzi kaN...